Advertisement

More from Izindaba

'Iziguli ziyashona vele' - odokotela abatelekeli eZimbabwe

ODOKOTELA basezibhedlela iMpilo neBulawayo Hospitals (UBH) eZimbabwe abakhalaza ngomholo nokuthunjwa komholi weZimbabwe Hospitals Doctors Association (ZHDA) uMnuz Peter Magombeyi sebexwayise uhulumeni wakuleliya lizwe ukuthi basazoqhubeka nesiteleka.

17 September 2019 | Izindaba

Kwebiwe amakhompyutha esikoleni

AMASELA aphazamise izinhlelo zokubhala izivivinyo zokuphela konyaka ngokweba impahla intengo yayo elinganiselwa kuR120 000 esikoleni samabanga aphezulu eMlaza ngempelasonto.

17 September 2019 | Izindaba

Sekufe izingane ezingu-10 ngokudlala isitabane

INKAMPANI ebhekele ukuhamba kwezitimela, iPassenger Rail Agency South Africa (Prasa) KwaZulu-Natal, ikhathazekile ngokushona kwezingane ezibalelwa ku-10 ezidlala isitabane nezitshuza phezu kwesitimela yize le nkampani inemikhankaso yokuxwayisa izingane ngobungozi balo mdlalo.

17 September 2019 | Izindaba

Uzohlonishwa wuhulumeni oshonile

UZONGCWATSHWA ngohlelo lokuhlonishwa wuhulumeni kazwelonke uNksz Bavelile Hlongwa (38), obeyiphini likaNgqongqoshe wezokuMbiwa phansi nezaMandla, oshone ngoLwesihlanu.

16 September 2019 | Izindaba
Advertisement