USenona ohlwini lwamaphoyisa uRamaphosa afuna ukuba aphenywe

Sabelo Nsele|Published

INHLOKO yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, iyingxenye yamaphoyisa amahlanu uMengameli, uCyril Ramaphosa, afuna ukuthi aphenywe

Limlahlile owasula igazi ngesigqoko sikazakwabo maqede wamdubula

Nkosikhona Cele|Published

Limlahlile owasula igazi ngesigqoko sikazakwabo maqede wamdubula

Kuvela ihlazo ngeloli elidale inhlekelele ebhubhise inqwaba

Nkosikhona Cele|Published

''Umnikazi walo kumele abhekane nomvuzo wokuthi umane wakhetha ukuthi amane agxile ekwenzeni inzuzo kunokuba aqikekele ukuthi ithilakhi lisesimweni esikahle sokuba ...

Sishiye abantu bephambene isinqumo ngomengameli wamajaji e-Eastern Cape

Fanelesibonge Bengu|Updated

IJaji leNkantolo eNkulu yase-Eastern Cape uSelby Mbenenge utholwe enecala lokungaziphathi kahle nokho engenacala lokungakwazi ukwenza izinto ngendlela exakile noma ...

Lishaywe lavaleka amehlo ikhansela 'ebeliphazamisa' umhlangano

Sabelo Nsele|Published

LISHAYWE lavaleka amehlo ikhansela lakuMasipala wakwaNongoma elisolwa ngokuphazamisa umhlangano womkhandlu

UButhelezi unqumele amakhansela aseMpendle ugwayi katiki

Sabelo Nsele|Published

UMphathiswa wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal, uMfu Thulasizwe Buthelezi, ufuna amakhansela omasipala ohlulwe ukuholela abasebenzi, Impendle, ...

Abazisoli abaseMsunduzi ngokuxhasa iRoyal AM ngoR27 million

Sabelo Nsele|Published

UMASIPALA waseMsunduzi uyaqhubeka nokuvikela isinqumo sawo sokuxhasa ngezigidi zamaRandi iqembu lebhola elaliphethwe impunyela, uShauwn Mkhize

SIGOQA INYANGA: Isiphakamiso ngokuhoxiswa kwama-rates ezikoleni zabaphila nokukhubazeka

Nkosikhona Cele|Published

Isiphakamiso ngokuhoxiswa kwama-rates ezikoleni zabaphila nokukhubazeka

Ubonge izaguga ezamkhulisa ngemfundiso omunye wabafundi abenze kahle eBaqulusini

Nokubongwa Phenyane|Published

UBONGE izaguga ezamkhulisa umfundi waseMondlo, eVryheid izolo obe ngabanye babafundi abanikwe imali engangoR5000, ukuthi bayoqhuba izifundo zabo ezikhungweni eziphambili ...

Lihlehlele inyanga ezayo elikaGigaba nasolwa nabo ngenkohlakalo yaseTransnet

Nonkululeko Nhlapo|Published

Amacala athweswewona uDkt Gigaba ahlobene nesikhathi lapho uTransnet ebambe iqhaza ohlelweni lokuthola izitimela ukuze kwandiswe futhi kwenziwe ingqalasizinda yezitimela ...

IMeyo imema izitshudeni ezidinga uxhaso

Nkosikhona Cele|Published

Inhlangano iMind Empowers Youth Organisation (MEYO), esineminyaka engu-16 isebenza ekuthuthukiseni intsha, iyaqhubeka nokuqinisa izinhlelo zayo ngokubamba iqhaza ...

Bakhathazekile ngoduke kade ethumele imiyalezo ethusayo

Zimbili Vilakazi|Published

UKHATHAZEKILE umndeni wowesilisa waKwaMaqumbi, KwaMaphumulo, kulandela ukunyamalala kwakhe, kade ethumele imiyalezo ethusayo.

Basale enkundleni abasolwa ngokuhlupha eMbumbulu

Nonkululeko Nhlapo|Published

Bane abasolwa abadutshulwe bafa babhekene namaphoyisa KwaMakhutha

Kukhonjwa amaphara awuhlupho kubulawa indodana yoweNFP

Zimbili Vilakazi|Published

BAFUNA busukunyelwe ubugebengu osekunesikhathi budla lubi edolobheni lasoLundi, kubulawa ngesihluku indodana yelungu lesigungu sikazwelonke kwiNFP.

Ngeke sesatshiswe muntu! - Jacinta Ngobese-Zuma

Zimbili Vilakazi|Published

UMSUNGULI wenhlangano iMarch and March, elwa udaba lwabokufika abakuleli ngokungemthetho, uNkk Jacinta Ngobese-Zuma uthe akukho okuzoba namandla ukubaphuca ilungelo ...

Izikhalo ngesihlava sokucwaswa kwabathandana nabanobulili obufanayo

Zimbili Vilakazi|Published

KUKHALWA ngesihlava sokucwaswa kwalabo abathandana nabantu abanobulili obufana nobabo endaweni yaKwaXimba, eCato Ridge, kulandela ukubulawa ngesihluku komunye wabo. ...

Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa ingqondo

Zimbili Vilakazi|Published

BASOLA ukuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala ...

Ummeli kaMatlala ufuna asuswe embhongampisi

Nonkululeko Nhlapo|Published

Ummeli kaMatlala ufuna asuswe embhongampisi

Uhlu lwabazophenywa ngokombiko weKhomishini kaMadlanga

Nonkululeko Nhlapo|Published

Kusungulwe ithimba elizophenya iziphakamiso ezenziwe yikhomishana kaMadlanga kulandela umbiko wokuqala okhishwe yile khomishini ngoDisemba 2025