Ukudla okunempilo ongakwenza ekhaya
Boiled veggies with grilled chicken
2 chicken breast (engenaso isikhumba)
1/2 teaspoon paprika
1 teaspoon lemon & herb spice
1 clove garlic, minced
1 teaspoon olive oil
Vegetables
1/2 cup butternut, cubed
1/2 cup Baby marrows, cubed
1/2cup green beans, chopped
1/2 cup mixed peppers, cubed
1 teaspoon vegetable spice
Indlela yokwenza
Gcoba imikhwepha yenkukhu uyivuvuzele noma yingasiphi ispice osithandayo, faka ugarlic ne-olive oil bese ukuthosa ngepani imizuzu emithathu.
Boiled veggies with grilled chicken
Veggies
Thatha ibutternut ulibilise lize livuthwe kahle bese ulikhiphe liphole ufake konke lokhu okunye okungenhla nakho ukubilise, kungathatha imizuzu emibili ngoba kuyashesha. Ukuze kunambitheke vuvuzela ispice noblack pepper.
Salad lamaqanda
Salad lamaqanda
2 eggs
1 teaspoon vinegar
1/2 Avocado
1/2 cucumber
1 carrots
1 cup green leaves (Lettuce)
1/2 cup tomatoes and red onions, chopped
Indlela yokwenza
Thatha ibhodwe ufake izinkomishi ezintathu zamanzi uwabilise. Thatha izindishi ezahlukene ufake lamanzi neqanda ngalinye uconsisele uvinegar ukwehlisa izinga lokushisa bese ulihluba emuva komzuzu. Cwecwa ucarrot, ucucumber uqobe izincezu zikakotapheya ngendlela oyithandayo. Sewungahlanganisa konke endishini yakho uconsisele olive oil nebalsamic vinegar, usawoti noblack pepper.