UKUSHONELWA wuyise ngenxa yezinkinga eziyamene nemishanguzo ayeyisebenzisela ukuthiba isifo somdlavuza eminyakeni emithathu edlule kwakhuthaza uDkt Bawinile Hadebe ukuthi azihluphe ngolwazi lokuthola ezinye izindlela zokuthi imishanguzo yalesi sifo i…
Kwaba njalo nakuNksz Nqobile Mgwaba ngenkathi egulelwa wumama wakhe ngo-2022, athola ukuthi unesifo sama-ulcer, lokho kwaphoqa ukuthi enze imizamo yokumsiza ukuthi ...
Ungenelela lapho uNksz Nandisa Ngubalenga ngebhizinisi lakhe lezobuchwepheshe i-Innohance Digital, elisebenza enkampanini yakhe yezobuchwepheshe i-Innohance, nonhloso ...
“BEKUHLALE kusikhathaza ukubona inqwaba yabantu besifazane abasebenza ezinhlakeni ezahlukene zohulumeni nasezinkampanini ezizimele, okuba wukuthi bagcina ngalokho ...
NAKUBA isifo i-epilepsy siphatha futhi sihlupha abantu abayizigidi emhlabeni wonke jikelele, kodwa indlela esihaqana ngayo iyehluka kumuntu nomuntu, futhi ayifuna ...
Uthi ubheke ukukhula embonini yokudiliva uThobani Zungu ongomunye wosomabhizinisi bayishumi abahamba phambili koweMetropolitan Collective Shapers
UKHULISWE wugogo nonina abebengabasebenzi basezindlini, lokho kwenza ukuthi aqonde ubunjalo balo msebenzi futhi wabona nokuthi yiziphi izintuba namathuba okukuwo, ...
“ZININGI izinto ezisenzayo singabantu ezenza ukuthi kube lula ukungenwa ngamagciwane nokunye ukungcola okungadingeki esinyeni nasesithweni sangasese somuntu wesifazane, ...
UDkt Dayna Tourin, wophiko lwezobuciko nezeSayensi lwe-University of Louisville, uphawule wathi ngalokhu: “Ekukhuleni komuntu, kuvame ukuthi abantu abaningi bacabange ...
Lokhu kushiwo ngabesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, bexwayisa abantu ngobungozi be-UTI, evame ukuhaqa aabantu ngokuthi kungene amagciwane epayipini ...
UKUZAMULA yinto ejwayelekile neyenzeka kuwona wonke umuntu, futhi esiza ngokuthi ikhululula umqondo futhi yenze ukuthi umzimba wakho uphaphama uma uqeda ukuyenza, ...
Isazi sezempilo esinamava kulo mkhakha uNksz Nontuthuko Mashimane, uthe enye yezinto ezingasiza abantu abafuna ukuphila ngale ndlela wukuthi andukuba umuntu aze ...
KUKANCANE ukuthi ubone isikhangiso senkampani noma umuntu owumakhi, okwenza ukuthi umsebenzi wabo ungenakeki, futhi kuba nzima kwabanye abantu ikakhulu abahlala ...
“IBHIZINISI lidinga ukuthi uhlale nendlela namacebo okuthi likusebenzele futhi lingenise nalapho okungalindelekile khona, ukusiza ukuthi ungezukusokolela amakhasimene ...
UKUBUSWA wuthando lwezemvelo nezokuvakasha kwenza uNksz Neliswa Mnguni angakhathazeki ngokuthi umbono wakhe wokufaka nokukhuthaza ezokuvakasha ezindaweni zasemakhaya ...
“BEKUHLALE kungikhathaza ukubona abantu besifazane ikakhulu labo abangabaholi emabandleni abo nabaneqhaza abalibambile kuwona becindezeleka, futhi bengalitholi nethuba ...
ISIKHATHI esiphila kusona manje sinezinto eziningi abantu ababhekene nazo, kangangokuthi abanye bagcina benganaki ukuthi bafaka ini emilonyeni, ekubeni ukudla umuntu ...
“UNGABE usazikhathaza kakhulu ngokuthi uwu-2026 uwuqale kabi noma kahle kanjani, ngoba manje yisikhathi sokuthi uzitshele ukuthi lona wunyaka wokulungisa, wukuqala ...
KUNGATHALEKILE ukuthi uthabatha uhambo olude ngebhanoyi noma ngemoto, noma uhlezi amahora amaningi ebhasini noma eyekisini; kodwa nje ukuhlala isikhathi eside endaweni ...
Lokho kushiwo wuMnuz Murray Hewlett, isikhulu esiphezulu sesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, ngenkathi exwayisa futhi ecebisa abantu ngokumele bakwenze ...