Advertisement

More from ezemidlalo

UKekana akachazeki ngokuphuma iqhubu kwabanye

UZWAKALISE ukungayikhathaleli imiklomelo yomuntu ngayedwa ukaputeni weMamelodi Sundowns, uHlompho “Gonzalez” Kekana ohlulwe uThembinkosi Lorch we-Orlando Pirates kumaPSL Awards ka-2019 eNkosi Albert Luthuli International Convention Centre ngeSonto ebusuku.

21 May 2019 | ezemidlalo

Umshayimagoli ovelele usefuna okusha

UMWAPE Musonda ohambe phambili ngamagoli amaningi kwi-Absa Premiership ngesizini ka-2018/2019 usebheke ukwephula irekhodi lomkhaya wakhe uCollins “Ntofo-Nfofo” Mbesuma owashaya amagoli awu-25 ngesizini eyodwa.

21 May 2019 | ezemidlalo

Kuyathembisa ngoTau kwi-Afcon: Baxter

UHLEKA yedwa umqeqeshi weBafana Bafana uStuart Baxter kulandela inkulumo abe nayo neqembu likaPercy Tau laphesheya kwezilwandle iRoyale Union Saint-Gilloise (RUGS) mayelana nokulimala kwakhe lo mdlali oqokwe njengovelele eligini ephakela enkulu eBelgium.

21 May 2019 | ezemidlalo

UMweene akanamona ngonozinti ovuthayo

UQWEQWE lukanozinti waseZambia, uKennedy Mweene kalunawo umona ngakho konke okuhle okwenziwa unozinti wase-Uganda, uDenis Onyango obuyele kwiMamelodi Sundowns ngo-2011 kade ebolekiswe kwiMpumalanga Black Aces.

20 May 2019 | ezemidlalo

UMazinyo akacacisi ngekusasa kwiChiefs

WALE waphetha umqeqeshi weKaizer Chiefs u-Ernst “Mazinyo” Middendorp ukuyikhulumela eziko eyekusasa lakhe eqenjini ngemuva kwehlazo lokuhluleka ukunqoba isicoco seNedbank Cup ngoMgqibelo.

20 May 2019 | ezemidlalo

Isagoloza iPMB ukuya kwiNFD

IMARITZBURG United isalokhu iqhubeke nokugoloza ukuyodlala kwiNational First Division (NFD) njengoba ivule ngamaphuzu amathathu, ochungechungeni lwemidlalo yokukhuphukela kwi-Absa Premiership. Igoli leTeam Of Choice lishaywe uThabiso Kutumela ngesiwombe sokuqala.

20 May 2019 | ezemidlalo

Uhlabane ngemiklomelo emikhulu kweyePSL uLorch

UGEZEKE inhliziyo umdlali we-Orlando Pirates, uThembinkosi Lorch, ethola imiklomelo emikhulu emcimbini wokubonga abadlali abashaye into ecokeme kwisizinika-2018/2019 ye-Absa Premiership esanda kusongwa obuse-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre, eThekwini izolo ebusuku.

20 May 2019 | ezemidlalo
Advertisement