Eskom
Image: Sithunyelwe
ISAZISO SOKUFAKA ISICELO SOKUTHOLA ILAYISENSE YOKUPHATHA IMAKETHEKAGES
INgokwesigaba 11 soMthetho wokuLawulwa kukagesi 4 ka 2006, i-National Transmission Company South AfricaSOC Ltd (i-NTCSA) ngalesi sizathu yazisa bonke abahlali baseNingizimu Afrika ukuthi isicelo selayisensele-Market Operator sifakiwe ku-National Energy Regulator of South Africa (NERSA).
Inhloso yeLayisense Yomqhubi Wemakethe ukugunyaza i-NTCSA ukuthi isebenze futhi iphathe ipulatifomuyemakethe kagesi ngokuya ngemibandela yoMthetho Wokulawulwa Kukagesi, imithethonqubo esebenzayo,kanye nemithetho yemakethe.
Ngaphansi kokuvunyelwa yi-Energy Regulator, lo Mqhubi Wemakethe kufanele: a) ahlinzeke ngeplatifomu yokuhweba esobala, engabandlululi ukuze ababambiqhaza emakethe kagesi bakwazi ukuhweba; futhi b) ukuthuthukisa ikhodi yemakethe nemithetho, kubandakanya nezindinganiso zokufaneleka kwababambiqhaza emakethe kagesi.
Izicelo zamalayisense zingatholakala ukuze zihlolwe ezindaweni ezilandelayo:
isikhangiso
Image: Sithunyelwe
Izicelo zingabuye zitholakale kumawebhusayithi e-NTCSA kanye ne-NERSA: www.ntcsa.co.za newww.nersa.org.za (ngaphansi kwamaphepha okubonisana).
Zonke izinhlaka ezithintekayo kanye/noma noma yiliphi ilungu lomphakathi lingafaka izikhalazo ezibhaliweku-NERSA, zingakapheli izinsuku ezingama-30 kusukela ngosuku lokukhishwa kwalokhu. Izikhalazo ezinjalokufanele zibe ngesimo se-afidavithi futhi kufanele ziqondiswe ku-NERSA ngokusebenzisa noma yimaphiamakheli alandelayo:
Imininingwane yokuxhumana ye-NERSA
Ikheli lendawo
The HoD: Electricity Licensing and Compliance DepartmentKulawula House, 526 Madiba Street, Arcadia, PRETORIA
Ikheli LeposiThe HoD: Electricity Licensing and Compliance DepartmentPO Box 40343, Arcadia, PRETORIA, 0007
Ikheli le-meyili: [email protected]
Isikhangiso sakwa-Eskom
Image: SITHUNYELWE