Umdwebo kaRasta
Image: X
Abaholi bezombusazwe, amalungu e-ANC Kanye nomphakathi waseMpumalanga bahlanganyele ndawonye nomndeni wakwaMabuza ukuvakelisa owayeyiphini likamengameli uMnuz David Mabuza.
Umngcwabo ka Mabuza ububanjelwe eHoërskool Bergvlam, eMbombela, eMpumalanga. UMabuza oshonele esibhedlela saseGoli ngemuva kokugula isiikhashana ngomhla Ka 3 kwephezulu.
Ekhuluma nabezindaba umengameli Cyril Ramaphosa uthe: "Namuhla yisikhathi esibuhlungu, kodwa futhi yisikhathi sokubungaza impilo yePhini likaMengameli uDavid Mabuza. Ube neqhaza elikhulu ekuthuthukiseni intando yeningi nasekulondolozeni ubumbano phakathi kombutho wethu."
Umngcwabo kaDD Mabuza
Image: X
Umlando kaDD Mabuza
Image: Presidency
Umlando kaDD Mabuza
Image: Presidency
Umlando kaDD Mabuza
Image: Presidency
Umngcwabo kaDD Mabuza
Image: Sithunyelwe/GCIS
uMnuz Thabo Mbeki efika emngcwabeni kaDD Mabuza
Image: X
Unobhala jikelele we-ANC uMnuz Fikile Mbalula not sihlalo uGwede Mantashe
Image: X
Umengameli Cyril Ramaphosa nomndeni wakwaMabuza
Image: ANC
Abaholi ne-EFF emngcwabeni kaDD Mabuza
Image: EFF
Umngcwabo kaDD Mabuza
Image: Sithunyelwe/GCIS