UKUHLATSHWA umxhwele yincazelo ehlabahlosile yowayewuthisha wakhe emabangeni aphezulu ngemboni yezokuvakasha namathuba akhona kuyona kwenza uNksz Hlengiwe Dube wakhula ewukhonzile lo mkhakha, futhi kwamcabela nendlela yokuphumelela ngawo.
KONKE kumi ngomumo ngobukhazikhazi bomcimbi weSolezwe, Intandokazi Womens Club, ozoba sePremier Splendid Inn, eMhlanga kusuka ngo-10 ekuseni kusasa.
UKHULISWE ngabazali abashisekela ukuchuma ngezamabhizinisi futhi benanebhizinisi lokungcwaba, lokho okwenze naye wakhuthala ukufunda nokwenza okuningi kwezamabhizinisi ...
UMSHAYELI wesifazane oseneminyaka ewu-18 eshayela amatekisi uNksz Mbali Luthuli usephosele izinhlaka zohulumeni zezokuthutha ezweni ukuthi zifakele amehle isimo ...
INHLOKO yophiko lwezifundo zobudokotela besikhumba yase-University of KwaZulu-Natal neyake yaba wumphathi wohlaka lwezempilo kuyo le nyuvesi uSolwazi Ncoza Dlova ...
UMA uvakashele kunoma yiliphi ibhishi noma ku-swimming pool okusenkabeni yedolobha iTheku uhlale uzofica kukhona abasebenzi abayaluzayo kuze kushone ilanga nsuku ...
UKUKHULA ebona unina ezabalazela ukuchumisa amabhizinisi akhe ehlukene kwenza uNkk Naledzani Mosomane waba nentshisekelo yokubona abanye osomabhizinisi bekhula futhi ...
" EZOLIMO zifana nobizo kimina futhi ziwumkhakha engiwenza ngingaphushwa wuthando lokufisa ukuba yisigwili, kepha yi nto engifisa nengihlale ngisebenzela ukuthi ...
UNksz Happy Gumbi wenhlangano engenzinzuzo, Izinseka Maternal Affection ehlela lo mcimbi, okuzongenwa ngoR500 umuntu wesifazane ngamunye kuwona, uthe bekuhlale kumkhathaza ...
UKUBONA ukuthi usefike esigabeni lapho asefeze cishe konke ayezifisela khona emboni yokwethula izinhlelo zezemidlalo nokunye okweyamene nakho, ngenye yezinto ezenza ...
Engxoxweni neSolezwe ngale ncwadi, uNkk Tshabalala uthe lena yincwadi elandisa ngempilo yakhe kusukela ekuzalweni kwakhe endaweni yaseziBomvini, iqhubekele ekutheni ...
UKUBHEKELA ukuthi imali ingena futhi iphume ngendlela efanele yini enkampanini asebenza kuyona, aqikelele ukuthi ayenzi phutha lokungabiki ngendlela efanele kwabezentela ...
UMASIPALA weTheku usalokhu uqhubeke njalo nekhwelo lawo lokuqhakambisa imboni yezemfashini nokusiza ukuchumisa abasiki bengqephu, njengoba sekuqale amalungiselelo ...
"NGENKATHI ngisakhula umama ubesebenzela emajalidini abelungu, obekwenza ukuthi njalo uma ephuma khona asiphathele ama-crayon namanye amathuluzi okudweba ukuthi ...
UNksz Mthembu (25) waseBulwer, kodwa osezinze eThekwini, uyinhloko yophiko olubhekele umsebenzi wansuku zonke nenhlalakahle yabasebenzi beMagaga Media & Communications, ...
"Ngifisa ukuthi indawo yetu ithuthuke, ibe nenye ifenisha yezinga eliphezulu - bese kuthi ngokuqhubeka kwesikhathi ligcine liyindawo yokudlela ehlonishwayo, kanti ...
UKUBA yikholwa leNkolo yokuKristu futhi elihamba ngezimiso zokuthi uNkulunkulu akalenzi iphutha nokuthi yonke into yenzeka ngesizathu - kwasiza uNkk Halalisiwe Mncwango ...
UKUZALWA ngabazali abasebancane nokwenza ukuthi bengabi nalo ithuba nesikhathi esanele nesifanele sokumkhulisa, kwenza ukuthi akhule enobuhlungu bokungalwazi uthando ...
IZITHELO zokuzikhandla kukaDkt Senzekile Majola zifakasele isisho sesiZulu esithi ukubekezela kuzala impumelelo, ngenkathi ethweswa iziqu zakhe zobudokotela i-Degree ...
Uqale kanjalo umcabango wokubhala incwadi ethi The Unbreakabale: Discovering The Beauty In Brokenness, azoyidedela ekupheleni kwale nyanga nathi uhlose ngaso ukuzosiza ...