“INKINGA ye-visceral fat wukuthi ayifani nokukhuluphala okwejwayelekile nokubonakalayo, khona ongakwazi ukuthi ukubona ngamehlo enyama, yona iyisimo esihlupha ngokuthi nje umonakalo waso wenzeka futhi wande ngaphakathi kuwene esiswini - uze uzikholis…
NAKUBA isifo i-epilepsy siphatha futhi sihlupha abantu abayizigidi emhlabeni wonke jikelele, kodwa indlela esihaqana ngayo iyehluka kumuntu nomuntu, futhi ayifuna ...
UDkt Dayna Tourin, wophiko lwezobuciko nezeSayensi lwe-University of Louisville, uphawule wathi ngalokhu: “Ekukhuleni komuntu, kuvame ukuthi abantu abaningi bacabange ...
Lokhu kushiwo ngabesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, bexwayisa abantu ngobungozi be-UTI, evame ukuhaqa aabantu ngokuthi kungene amagciwane epayipini ...
ISIKHATHI esiphila kusona manje sinezinto eziningi abantu ababhekene nazo, kangangokuthi abanye bagcina benganaki ukuthi bafaka ini emilonyeni, ekubeni ukudla umuntu ...
KUNGATHALEKILE ukuthi uthabatha uhambo olude ngebhanoyi noma ngemoto, noma uhlezi amahora amaningi ebhasini noma eyekisini; kodwa nje ukuhlala isikhathi eside endaweni ...
UKUZAMULA yinto ejwayelekile neyenzeka kuwona wonke umuntu, futhi esiza ngokuthi ikhululula umqondo futhi yenze ukuthi umzimba wakho uphaphama uma uqeda ukuyenza, ...
Isazi sezempilo esinamava kulo mkhakha uNksz Nontuthuko Mashimane, uthe enye yezinto ezingasiza abantu abafuna ukuphila ngale ndlela wukuthi andukuba umuntu aze ...
Lokho kushiwo wuMnuz Murray Hewlett, isikhulu esiphezulu sesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, ngenkathi exwayisa futhi ecebisa abantu ngokumele bakwenze ...
UKUGQILAZEKA komqondo okweyamene nesikole nokwenzeka esikoleni kulokhu kuqhubeke njalo nokuba yinkininga emphakathini, okudalwa kakhuku yingcindezi yezifundo, okwenzeka ...
Isexwayiso kwasebekhulile kuteta izingane ezingu-130 ngoKhisimusi
Lokhu kuvezwe wucwaningo olwenzwei ngabenhlangano yezempilo emhlabeni iWorld Health Organization (WHO), obelubheka ukwanda kwezigameko zabantu abaphathwa yizifo ...
AMAHOLIDI kaKhisimuzi noNcibijane avame ukuba mnandi ebantwini abaningi abasuke bejabula nemindeni yabo nothandiweyo babo ngalesi sikhathi, kodwa futhi leyi yisikhathi ...
UKUZIZWA usesimweni sokuthi engathi ungalokhu udla ukudla nje kunoma yisiphi isimo obhekene naso, ngisho ungasaphushwa yindlala - akusahluphi abantu abadala kuphela, ...
IZINDAWO zokubhukuda kubalwa nama-swimming pool ngenye yezindlela ezijabulisa abantu ngaleso sikhathi samaholidi kaDisemba nokuthwasa kwehlobo, kodwa futhi kukhona ...
IZIMPAWU zokulimala ekhanda ngaphakathi noma engqondweni kungaba nzima ukuthi kusheshe kubonakale ebantwini abadala, nokho futhi uma ulandelela izindlela ezilula ...
ABANTU abaningi banokucabanga ukuthi ukuba nenkinga yokushoda kwezakhi zokudla okunempilo nezibalulekile emzimbeni kwenzeka kuphela uma kungekho ukudla okwanele, ...
UMDLAVUZA wesikhumba usaqhubeka nokuba ngesinye sezinhlobo sesifo somdlavuza ezigqamile nezinomthelela omkhulu ekufeni kwabantu, kepha futhi esingesinye sezilapheka ...
ISIKHUNGO sezempilo esizimele i-Affinity Health, sesixwayise abazali ukuthi baqaphele futhi banake izimpawu zesifo sikashukela ezinganeni zabo kusenesikhathi ukusiza ...
UKULOKHU uhlehlisa noma uhambisa isikhathi andukuba wenze into ethile, ukuvama ukwenza izinto ezinobungozi, ukuthwala kanzima uma kumele wenze imisebenzi ethile ...