Imigomo Nemibandela

KUBALULEKILE UKUQAPHELA UKUTHI UKUSETSHENZISWA KWEWEBHSAYITHI KUBUKWA NGOKWEMIGOMO NEMIBANDELA YOKUSEBENZA ECHAZIWE ENZANSI NGOKUSEBENZISA ISAYITHI LENA OYISEBENZISAYO USEVUME UKUBHEKA NGOKUBANZI YONKE IMIGOMO NEMIBANDELA ENGOKUSETSHENZISWA KWALO, KUBANDAKANYA IMITHETHO EZIMELE ENGABUYE IVELE KWENYE INDAWO KULE WEBHUSAYITHI.

Incazelo

"umnikazi webhsayithi" kanye/noma "thina" kusho Abazimele Kwezokuxhumana -Independent Media (Pty) Ltd
umsebenzisi" kusho noma ngubani ofinyelela nakuyiphi ingxenye yewebhsayithi
"umthengi" kusho noma ngubani (kungasiyo nkampani, iCC, noma itrasti etc) ongena noma onenhloso yokungena kwezokusebenza ngokukhipha nokungenisa incazelo kusetshenziswa kwezimpahla ze-intanethi njengosebenzisa izimpahla ekugcineni noma inkonzo enikezelwa yisayithi
"iwebhsayithi lena" isho ukuthi https://www.iol.co.za kanye namaphepha onke angafaki ezokuxhumana kwisayithi zangaphandle
"ECT Act" usho ukuthi Electronic Communications & Transactions Act 25 of 2002

Ukusetshenziswa kwesayithi

1.Inkonzo yencazelo KWABAZIMELE KWEZOKUXHUMANA ("inkonzo yencazelo") yakhiwe yincazelo nokuqukethiwe, ebandakanya kodwa kungakhawuliwe ngenkonzo yokukhangisa, izindaba ezivamile, intengiso ye-intanethi(e-commerce), iindawo zokuxhumana nokuxoxa, izindawo zohwebo, amaqembu ezindaba kanye nezinkundla (ezihloliwe nezingahloliwe) anikeziwe ABAZIMELE KWEZOKUXHUMANA nomuntu mumbi labo abanenkontileka zemisebenzi NABAZIMELE KWEZOKUXHUMANA.

2. EZIZIMELE KWEZOKUXHUMANA zingasebenzisa intando yazo ephelele ukucibiyela imigomo nemibandela ukusuka kwisikhathi ukuya kwesinye lapho iza kusebenza ngokufanele nangokuphelele ukuthi zingaphinde zisetshenziswe

3. Ukusetshenziswa kwewebhsayithi lena kubambeke njengengozi yabantu abayisebenzisayo.

4. Ngaphandleni kokuthi kunezinkomba, abasebenzisa le webhsayithi lena bamulekile ukopa, ukwethula noma ukuprinta nawuphi na umbhalo noma izithombe zewebhsayithi zokusebenzela. (bheka umushwana wama-42 wokucacisa ukusetshenziselwa umuntu ngamunye).

5. Abasebenzisa le webhsayithi basebenzisa okuqukethiwe ngenjongo yentengo bangayisebenzisa ngokufumana imvume ebhaliwe yayiswa kumnikazi webhsayithi. Izicelo zentengiso nokusetshenziswa kwezimali zingafakwa lapha. Ukunikezela noma ukwenqaba isivumelwano esiphelele ngentando ephelele yomnikazi webhsayithi futhi isenganemibandela.

6. Ukusetshenziswa kokuqukethiwe nangayiphi indlela noma ngenye ingxenye yewebhsayithi lena, kubandakanya noma ikuphi okuqukethiwe nokuthunyelwe kwabasebenzisa iwebhsayithi lena, kumele kuhambisane ngokucacile kulandela: "© Independent On-line [faka unyaka okukopiwe okuqukethiwe]. Amalungelo onke anikwe umnikazi webhsayithi."

7. Kungenzeka UKUXHUMANA OKUZIMELE, okuyintando, ukucibiyela le migomo nemibandela isikhathi nesikhathi lapho isikhathi semigomo nemibandela ezingasebenzi kakuhle noma ukuzisebenzisa esikhathini esizayo.

Ukucibiyela okuqukethiwe nencazelo

8. Ukumnikazi webhsayithi unamalungelo aphelele ngentando ukuqhubeka nokucibiyelwa nokushinshwa kokuqukethiwe kanye nencazelo, kubandakanya amaxabiso nezindleko, okuhlosiwe yiwebhsayithi lena.

9. Abasebenzisi bewebhsayithi lena bayamukela futhi bayavuma ukuthi umthwalo wabo ukuzijwayeza nezicibiyelo noma ukungiselwa okungenzeka.

Incazelo ngomnikazi nokudaliliwe ngaphansi kwesiqephu sama-43 oMthetho we-ECT

10. 10. Ngenisa umbuzo noma isikhalazo mayelana neMigomo neMibandela noma usebenzise iwebhsayithi ngezinye zezindlela ezilandelayo:

iIfomu lencazelo

iIfomu lencazelo: https://www.iol.co.za

Ikheli leNdawo:
122 St Georges Mall
Newspaper House
Cape Town
8000

Ikheli lePhosi:
PO Box 4116
Cape Town
8001

Umnikazi webhsayithi lena ulilunga le-IAB – ukuthola incazelo ethe xaxe mayelana ne-IAB siza undwendwele i http://iabsa.net

Akunamnikelo

11. Kumele abasebenzisa iwebhsayithi bangathathi izinto eziqukethiwe yiwebhsayithi lena sengathi zizinto ezinikeliwe kodwa njengesimemo sokuqhuba ibhizinisi.

Okwenqabayo

12. YONKE IWEBHSAYITHI LENA, KUBANDAKANYA AMAGAMA, IZITHOMBE, IINKOMBA ZOKUXHUMANA, IZETHULO NEKHODI, KUNUKEZWA "KUNJALO" FUTHI "NJENGOKO KUTHOLAKALA". UMNIKAZI WEBHSAYITHI AKALETHI ABAMELE NOMA IZIQINISISO, OKUSHIWO NOMA OKUGUDLISIWE, KUBANDAKANYA KEPHA KUNGAGCINI NGOKUQINISEKISA KOKUCHANEKA NOMA UKUFANELEKA KWEWEBHSAYITHI NOMA INCAZELO EQUKETHWE KULONA

13.NgokweSahluko se-7 soMthetho we-ECT umnikazi webhsayithi, osomaqhuzu bayo, izisebenzi, abanikezela ngenkonzo, i-ISPs, ababambisene, abaxhumene ne-arhente angekhe babekwa icala futhi abanamthwalo obabophezela ekuthini bahlawule okwenakele, okulahlekile noma okumele kubhadaliwe, noma yini evelayo, ngokusetshenziswa ngabasebenzisa iwebhsayithi noma nguwuphi umuntu ebangelwa ukusebenzisa noma ukungakhoni ukusebnzisa iwebhsayithi lena.

14. Ngokomthetho weSahluko se-7 soMthetho we-ECT futhi esisebenza ngokuphelelisile phansi komthetho osebenzayo, umnikazi webhsayithi akanasibophelelo wonke umthwalo noma umthwalo ngomenakalo owenzekile, kubandakanya kodwa kungacini ngemiphumela yokulahlekelwa ngokwezimali, noma imiphumela yelahleko noma imiphumela yokulahlekelwa yinzuzo, okwenziwe ukusebenzisa iwebhsayithi lena noma ngoluphi uhlobo.

15.Umnikazi webhsayithi akanalawulo lokuqukethwe ngumuntu mumbi nezinkomba okungafinyelelwa ngokusetshenziswa kwale webhsayithi futhi engavivinyi noma engahloli okuqukethiwe izinkomba noma izinyathelo ze-arhente zomuntu mumbi ofinyelela ngewebhsayithi lena. Noma kunjalo uma kunyelwe ngokuphelele ngumthetho womnikazi webhsayithi esala ukuba nomthwalo nezibophelelo ngokulahlekelwa noma ngomenakalo ngokusetshenziswa kwewebhsayithi yomuntu mumbi, okuqukethiwe nezinkomba.

INDEMNITY

16.ABASEBENZISA IWEBHSAYITHI LENA BASAYINA IFOMU ELIVUMELA UKUTHI BAMTHOLA ENGENACALA UMNIKAZI WEBHSAYITHI UMA NGABE KUSENAKALA, AMAGOSA WAYO, IZISEBENZI, I-ISPs, ABANIKEZA NGENKONZO, ABABAMBISENE NABO, LABATHENGA INKONZO KUBONA NABAXUMENEYO ABANEZIDINGO, IZINYATHELO NOMA EZINYE INQUBO, KUBANDAKANYA IZIMALI ZABAMELI NEZIMALI EZIHAMBELANA NEXABISO EZIFANA NENHLAWULO ZOKULANDELELA, EZENZIWA NGUMUNTU MUMBI NAVELA NGOKUXHUMANA NABASEBENZISA IWEBHSAYITHI LENA, IWEBHSAYITHI YOMUNTU MUMBI NOMA EYIPHI INKONZO ENIKEZWAYO NGEWEBHSAYITHI ENJALO, OKUBANDAKANYA KEPHA KUNGAPHELELISILE NGOKUNIKEZELWA OKUQUKETHIWE.

AMALUNGELO OMTHENGI NOKUPHEPHA

17. Ngaphansi kwesiqephu sama-42(1)(h) oMthetho we-ECT isikhathi sokulibazisa simiselwe kwisiqephu sama-44 soMthetho ongasebenzi uma kukhishwa kwi-intanethi ngentengiso yephepha lezindaba, iphiriyodikhali, iphephabhuku nezincwadi.

18. Ngaphansi kweziqephu zama-43(1) ne (2) zoMthetho weECT umnikazi webhsayithi kudingeka anike incazelo nenqubo ezimiselwe kule ziqephu ezingokusetshenziswa kokukhishelwa kwe-intanethi. Kwisigameko lapho kubonakala ukuthi umthengi ekhona ukuboisa ngokuphelele ukuthi umnikazi webhsayithi wehlulakele ukumisela incazelo nenqubo unelungelo lokukhansela kwisithuba sezinsuku ezili-14 emuva kokuthola izimpahla noma inkonzo ezingaphansi kwesiqephu lesi. Ngaphansi kwesiqephu sama-42(1)(d) oMthetho we-ECT iskhathi sokulibazisa ngokumiselwe kwisiqephu sama-44 soMthetho asisebenzi kwinkonzo yokukhishelwa kusetshenziswa i-intanethi okuqala ngesivumelwano nomthengi ngaphambilini kokuphelelwa yisikhathi sezinsuku eziyisikhombisa inkonzo itholakele.

19. Lapho inhlawulo ikhanseliwe

  1. Othola inkonzo ufanele ayiphindisele konikezela ngekonzo ngokushesha noma akumise ukusetshenziswa kwenkonzo eyenziwe; futhi
  2. Onikezela ngenkonzo kumele abuyisele inhlawulo yonke yabathengi ingaphansi ngenkonzo lokuphindisela impahla, uma ngabe zikhona.
  3. Ngaphansi kwesiqephu sma-42(1)(g) soMthetho we-ECT iskhathi esimiselwe ukulibazisa esimiselwe kwisiqephu sama-44 soMthetho we-ECT awusebenzi lapho kuqoshiwe ngokulalela noma ngevidiyo noma ngesofwe yekhompyutha zibe izimpahla zivuliwe ngumthengi.

20. Ngapahnsi kwesiqephu sama-43(5) soMthetho we-ECT onikezela ngenkonzo kumele asebenzise indlela yokubhadala ephephile nebhekise kumazinga obuchwephesha kanye nohlobo lokukhiphela olusetshenziswayo

  1. Iwebhsayithi lena ayikhiphi ncazelo ngekhadi lezikweletu;
  2. Inhlawulo yenziwa ngendlela yokubhadala eyaziwa ngendlela elisango kusetshenziswa izinga lamashishini iSSL. UMeglakor usebenzisa izitifikethi zedijithali ezi-128-bit ukuze isebenze Secure Sockets Layers (SSL) ukuqinisekisa ukuthi yonke imininingwane yekhadi lezikweletu ihanjiswa ingafundeki uma isiya kwiseva. ISSL isebenzisa hlobo lumbi lombhalo yenze incazelo igafundeki kalula ngesikhathi isasetshenziswa
  3. Ukuthola incazelo ethe xaxe ngoMeglakor buka i www.meglakor.co.za.
  4. Ngaphansi kwesiqephu sama-42(1)(i) oMthetho we-ECT isikhathi sokulibazisa emiselwe isiqephu sama-44 soMthetho asisebenzi ekukhishweni kwenkonzo yamagemu nelotho kwi-intanethi.

21.Ngaphansi kwesiqephu sama43(6) oMthetho we-ECT onikezela ngenkonzo unesibophezelo sokuhlawulela umenakalo othliwe wuloyo osebenzisa inkonzo ngokuthi umnikazi wewebhsayithi angasebenzi imithetho yesiqephu sama-43(5).

23. ABAZIMELE KWEZOKUXHUMANA babhaliselwe iVAT namaxabiso abonisiwe kwiwebhsayithi aseyifakile iVAT.

Ababhalisile

24.Uma ufaka isicelo sokubhalisela ukusebenzisa iwebhsayithi lena, abalisebenzisayo bavuma lokhu:

  1. Bazokubopheka ngokwemigomo nemibandela engokusetshenziswa kwewebhsayithi
  2. bazonikezela ngencazelo ephelele nekuyiyona
  3. isibophezelo nomthwalo wokusebenzisa iwebhsayithi lena ukubheka ukuthi incazelo nge-akhawunti ifanelekile yini
  4. uma bebhalisa bazonikezela igama baza kulisebenzisa nephasiwedi
  5. ukubhalisa komuntu oyedwa futhi ubanegama alisebenzisayo nephasiwedi angadingi ukuzinika noma omunye umuntu
  6. igama elilodwa elisetshenzisiwe nephasiwedi akukhonakali ukulisebenzisa kaningana ukufinyelela kwinethiweki

25. Ababhalisile nabasebenzisa iwebhsayithi badinga ukungakwenzi lokhu

  1. lingisa nawuphi umuntu noma usebenzise igama ekungelona elakho noma elomuntu ongenamandla okufinyelela ukuzama ukwakha umbukiso ongekho ngomuntu noma ikheli leimeyili yalo naluphi uhlobo lokuxhumana
  2. lungisela, finyelela noma wenze kutholakale nom yiyiphi incazelo ebekiwe nekhishwe kwikhompyutha ebikhe yatholakala ngokusebenzisa inethiweki yomnikazi webhsayithi
  3. yenza kutholakale amafayile noma ugibeze amafayile aqukethe isofwe enoma yayiphi imathiriyeli engeyiyona eyababhalisile kwiwebhsayithi lena
  4. sebenzisa iwebhsayithi ukuqokelela, ukuvuna noma ukuthola incazelo ngomuntu ngamunye ehambisana nabanye abasebenzisa iwebhsayithi noma ababhalisile kuyona.

Ukukhangisa okukhethekile

26. Imigomo nemibandela emayelana nokukhangisa okukhethekile kubonwa njengesiqephu sewebhsayithi lapho kufakwa khona okukhishelwa kwi-intanethi. Ngesikhathi kufakwa kwi-intanethi okubhalwe ngokukhethekile, okukhishiwe kuzoqedelwa uma imininingwane iqinisekisiwe ngocingo noma omele abadayisi

Ukusebenzisa inkonzo ngendlela ebandakanya ubugebengu

27. Umnikazi wewebhsayithi unikezela ngenkonzo lapho izihlokondaba ezibonakala kwiwebhsayithi zingaboniswa kwiwebhsayithi kusetshenziswa izinkomba zeRSS ezingaphansi kwelayisenisi esebenzayo. Le nkonzo iyatholakala mahala uma ingasetshenziselwa ezentengiso

28. Kwakubanjwa izinkulumo ngamalayisenisi nangokwenza imali ngenkonzo ezinikezelwa ngumnikazi webhsayithi ngendlela yokusetshenziswa kwayo. Sebenzisa iFomu Lombiko .

29. Umnikazi webhsayithi unamalungelo aphelele okusebenzisa intando yakhe noma kungasiphi isizathu ukucela ukuthi inkonzo ebandakanya ubugebengu ipheliswe ngokushesha ukuyimisa uma nje kutholakala isaziso sokuthi ifikile la iya khona.

UKUTHOLAKALA KWEMILAYEZO YENCAZELO EBEKIWE

30. Imilayezo yencazelo ebekiwe, kubandakanya nemilayezo ye-imeyili, ethunyeliwa ngumnikazi webhsayithi kuthathwa ngokuthi kutholakele uma kutholakala umlayezo obonisa ukuthi ifikile la iya khona.

31. Umlayezo wencazelo ebekiwe ethumelwe ngumnikazi wewebhsayithi kubasebenzisi bayo kuthathwa njengokutholiwe uma umlayezo oqediwe nophelele ungena kwezencazelo nokuxhumana ezimelwe noma ezakhiwe ngenjongo yokuthi zifike kulowo ziyiswa kuye futhi ziyatholakala zisetshenziswe ngulowo ezithumelwa kuyena.

32. Umnikazi webhsayithi unamalungelo aphelele okungaphenduli imeyili noma umlayezo wencazelo oqukethe ukuhlambalaza, ukusabisa, ukudicilel a igama lomunye phansi noma angathathela izinyathelo lowo othumele izindaba eziqukethe okungavumelani, okungahambelani nomthetho noma okungafanele, futhi athabathele izinyathelo ezifanele lo othumele iimeyili lapho kunesidingo.

UKUBEKA ISO NOKUNGENELA IMILAYEZO YENCAZELO

33. Khonukuze kunikezelwe ngencazelo ehambisanayo nenkonzo ephephile, nalapho kumele kudingeka kwenziwe khona ngaphansi komthetho, umnikazi webhsayithi angabeka iso futhi/noma angenele ukuxhumana nge-intanethi uma ngabe kune-imeyili engaletha izinkinga kwiwebhsayithi lena. Ngokwezidingo zomthetho nangokuzinikela okukhulu osebenzisa iwebhsayithi kulokhu uyavuma ukuthi uyazi ngokubeka iso kwiwebhsayithi /noma ukungenelela futhi uyavumelana naloku.

Ukusebenzisa ifomu nendawo yokuxoxa

34. Abasebenzisa iwebhsayithi lena namalunga bavumelana ngazwi lilodwa ukuthi konke okuqukethiwe nokunikeziwe, noma okugibeziwe kwiwebhsayithi noma wukuphi noma kukhisheliwe ngokuyimfihlo, kuyohlala kuyisibophezelo nomthwalo welunga eliphose lokho kuqukethiwe.

35. Umnikazi webhsayithi lena akalawuli noma wukuphi okuqukethiwe okugibezwa ngokusetshenziswa kwenkonzo iwebhsayithi enikezela ngayo, nangona iwebhsayithi linelungelo lokugcina lokho kuqukethiwe (kungaphoqekile), ngokwentando yomnikazi webhsayithi ephelele ukususa noma yiyiphi imathiriyeli edala izikhalazo.

36.Abasebenzisa iwebhsayithi noma amalunga avumelnan ngokuthi abangekhe basebenzisa iwebhsayithi lena noma inkonzo enikeziwe kuyona uku:

  1. ukugibeza, ukuphosa noma ukukhiphela noma wukuphi okuqukethiwe okungekhona emthethweni noma okungahambisani nomthetho;
  2. ukugibeza, ukuphosa noma ukukhiphela noma wukuph okuqukethiwe okukhombisa ukwesabisa, ukulimaza kuhlosiwe, ukuhlukumeza, ukudicilela phansi omunye, okuyinhlamba, okubonisa ukuhamba nqunu noma okungavunyeliwe;
  3. ukugibeza, ukuphosa noma ukukhiphela noma ukuphi okuqukethiwe okubonisa ukuhlukumezwa inkulumo enenzondo noma ukufinyelela ngokungemthetho encazelweni efihliwe ngomuntu;
  4. ukulimaza noma ukuhlosa izingane ezincane;
  5. ukucathamela nokulandelela noma ukuhlukumeza abanye abasebenzisa iwebhsayithi
  6. ukulingisa noma nguwuphi umuntu oxhumene newebhsayithi lena noma inkonzo enikeziwe noma ukukhuluma kambi ngobudlelwane nomuntu lowo;
  7. ukuthatha izinyathelo ukuzama ukufihla imvelaphi yokuqukethiwe;
  8. tukuthatha izinyathelo zokuvimba ukufinyelela noma ngubani engxenyeni yewebhsayithi lena, kubandakanya ukusebenzisa iphasiwedi namaphepha afihliwe;
  9. ukugibeza, ukuphosa noma ukukhiphela noma wukuphi okuqukethiwe okulwisana namalungelo ezimpahla nomqondo womuntu mumbi noma ilunga elingavunyeliwe noma elivinjiwe ngumthetho, ukuphosa noma ukukhuphela ngokomthetho, isivumelwano noma umsebenzi wokunakekela;
  10. ukusebenzisa iwebhsayithi lena noma yiphi inkonzo efakiwe kuyona okubandakanya ukuheha nokukhangisa okungavunyeliwe noma ukukwazisa ngokuthize kubandakanya kepha kungaphelele ekuvuneni amakheli nokuthumelea imilayezo engeyiyo nezincwadi ezihamba okweketango;
  11. gibeza, phosa noma ukhiphele noma okuphi okuqukethiwe okuphethe ikhodi elihlambalazayo elakhelwe ukwenakalisa iwebhsayithi lena noma ukuyiphazamisa nangayiphi indlela noma kungaliphi izinga lokusebenzisa budedengu noma inkonzo enikezwa yiwebhsayithi lena futhi yiyiphi isofwe esebenzisana kanye newebhsayithi lena noma ezokuxhumana ezisebenzana newebhsayithi lena;
  12. qokelela futhi/noma gcina incazelo ebekiwe ngomuntu ngamunye osebenzisa noma abantu;
  13. bazibandakanya nayiphina inhlobo yokwenza imali ngaphandleni kokuthola isivumelwano kuqala kumnikazi webhsayithi lena, lapho esenokungavumi noma anikezele ngesivumelwano noma
  14. alisho qiniso ngobume bamalunga.

Ukufaka okuqukethiwe

37.Noma yini equkethiwe ethe yatholakala nge-imeyili noma umlayezo ngencazelo ebekiwe kuyothathwa njengokufakwayo ukuze kushicilelwe mahala, ngaphandleni kokuthi lowo okuthumelile echazisa ukuthi loko akuthemelile kuhambisana nenhlawulo futhi kubandakanya incazelo nemali ebhadalwayo ngokuqukethiwe nge-imeyili noma ngomlayezo.

38.. Ukushicilelwa kokuqukethiwe, kusetshenziswa i-intanethi noma kungasetshenziswa intanethi, kusentandweni yomnikazi webhsayithi lena.

Ezokuphepha

39.Noma sizama ukuthatha izinyathelo eziqotho ngokuvikeleka nokuphepha ezihambisana nokuqukethiwe , akunasibophezelo sikhona ngomenakalo odalwe yilabo basebenzisa kambi iwebhsayithi leli noma abasebenzisa incazelo ebekiwe elimazayo noma ikhodi elisuka komunye umuntu liye komunye belisebenzisa lize lifike kwiwebhsayithi lena

40. Lezi zenzo zilandelayo azihambisani futhi azixhumene newebhsayitthi lena:

  1. 1. Ukuthola noma ukuzama ukuthola imvume yokufinyelela kwiwebhsayithi lena noma kuliphi iphepha noma ingxenye yewebhsayithi lena;
  2. 2. Ukunikezela noma ukunikezela ngekhodi elihlambalazayo noma elingavunyeliwe ngokuqukethiwe kwiwebhsayithi lena; futhi/noma
  3. 3. Ukucibiyela noma ukuzama ukucibiyela ukulungisa okuqukethiwe umuntu mumbi onganakiwe amandla okwenza njalo kule webhsayithi.

41. . Noma ubani ozama ukusebenzisa amakhodi angemthetho nokufakela amakhodi anakalisayo uzoyiswa kwabo mthetho khona ukuze babhadale umenakalo abawudalile kwiwebhsayithi lena nangokuthi bangene kwiwebhsayithi ngokungemthetho

Ilungelo Lokuqukethiwe nokuphepha Kokubhaliwe

42. Incazelo ngokunshonsha okuqukethiwe, imibukiso, ikhodi lomthombo ngamunye nenye imathiriyeli equkethwe kwiwebhsayithi lena angahlangene nomuntu mumbi igcinwe ngumnikazi webhsayithi noma ilayisenisi livumelwe ngumnikazi wewebhsayithi. UMNIKAZI WEWEBHSAYITHI LENA UBAMBE WAZE WAKHIPHA ONKE AMALUNGELO WAYO KUBANDAKANYA AMALUNGELO NGENDLELA YOKUZIPHATHA KULOKHU.

43. Umnikazi wewebhsayithi lena nguyena onikezela ngelayinsenisi lakhe kubantu abasebenzisa iwebhsayithi ukuthi basebenzise iwebhsayithi ngokungafihlisi, elisayinelwe bona nelinganikezelwa kumuntu mumbi alisebenzise, baprinte nokukhombisa lokho kuqukethiwe nencazelo okuwo nawuphi umshini osetshenziswa abantu bengenzeli ukuthola mali.

44.Mangabe ukholwa ukuthi iwebhsayithi lena ihlukumeza amalungelo okuqukethiwe omuntu mumbi noma ikhombisa ukuthi kunencazelo thizeni etahthwe kumuntu mumbi engazi usungaxhumana nathi usebenzisa iFomu Lombiko uchazise ubese uqondisa leyo mininingwane esolakalayo.

Imfihlo nenhlonipho kwezokuxhumana

45. Incazelo ethe xhaxhe ngokuphathelene nendlela yokuhlonipha incazelo eyimfihlo equkethwie ngomuntu ngamunye osebenzisa leNqubomgomo Yemfihlo engezansi

46. Umnikazi webhsayithi unakho ukubeka iso nokungenela kwezokuxhumana ngokusebenzisa iwebhsayithi ukuze kukhuliswe ukuphepha nokusebenza kahle kwewebhsayithi. Abasebenzisa le webhsayithi bavumelana bonke ngokuthi bayakwamukela ukungenelela komnikazi uma kunesidingo.

Ukukhangisa nokunika inxaso

47. Le webhsayithi isengaquketha ezomkhangiso nenxaso. Abakhangisi nabaxhasa ngemali banomthwalo wokuqinisekisa ukuthi imathiriyeli edinga ukufakwa kwiwebhsayithi ihambelana nemithetho nemibandela elawulayo.

48. Umnikazi webhsayithi ukhipha ngokuphelele nangokufanele ngokusemthethweni noma owuphi umsebenzi noma isibopho esenziwa yiphutha noma ukungaveli kahle nangeqiniso kwemathiriyeli yokukhangisa noma exhasa ngemali.

Ukucinga okuzenzekelayo

49. Ukunikezela nokukhipha incazelo okuzenzekelayo kubukwa phansi kwale migomo nemibandela.

50. Ukusebenzisa iteknoloji ukucinga ngenkohlakalo akuvemelekile.

51. Ukusebenzisa iteknoloji ukucinga ngokungekho mthethweni noma ukuqoqa noma ukuvuna incazelo ngokwenza imali akuvumelekile.

52. Ukucinga iteknoloji engadumazi ukusebenza kwale webhsayithi kwamukelekile kepha umnikazi wewebhsayithi unamalungelo okuvimba noma yini ecinga ngenye itechnoloji iwebhsayithi lena.

Ukuxhumana, ukuxhumana nzulu nokubeka ophahleni

53. Imvume yokuxhumanisa le webhsayithi inikeziwe ngaphandle kokungabaza nokuqagela ngezibopho. Sinamalungelo okuhoxisa imvume enikezwe le webhsayithi nangasiphi isikhathi noma kungasiphi isizathu.

54.Ukuxhumana noma ukukhangisa okuqukethiwe kwiwebhsayithi lena nokuqondiswe kwabanye abasebenzisa iwebhsayithi noma abayisebenzisa beqonde kwezinye iiwebhsayithi noma abayisebenzisa benganikeziwe imvume yokusebenzisa okuqukethiwe, okufanele, okuchanekile noma ukuphepha kwesayithi exhumaniswe kanye. Le webhsayithi nangayiphi indlela ayikwazi ukulawula noma ukuhlela okuqukethiwe kwiwebhsayithi noma amaphepha axhumanisiwe kanye nayo, futhi iyala ukuthatha isibopho nomthwalo ongenziwa ngokusetshenziswa budedengu noma ukungakwazi ukusebenzisa amaphepha okuxhumana nezinye iiwebhsayithi, ngokuqondile noma ngokungaqondile.

55.Ukusetshenziswa kwale sayithi noma amaphepha axhumanisiwe kuyo abeka engozini osebenzisa iwebhsayithi

56.Imvume yokuzisholo ngokubhalwa umnikazi wewebhsayithi, okungabhekwa ngemibandela, iyadingeka ngaphambi kokuthi kufakwe ophahleni lewebhsayithi, nakuwaphi na amaphepha kanye/noma incazelo equkethiwe kule sayithi. Izicelo zokuthola imvume zingafakwa ngokusebenzisa iFomu Lombiko

Imincinshiswano nokukhishwa kwemiklomelo

57. Le webhsayithi isengabamba imincinshiswano nemikhangiso izikhathi ezahlukene Konke lokhu kuyakuhambisana nemigomo nemibandela eyakutholakala kulabo basebenzisa iwebhsayithi/noma labo bangenele ngesikhathi esifanalekile

Ukupheliswa kwesivumelwano

58. Umnikazi wewebhsayithi unamalungelo, okunqamula nokuphelisa isivumelwano sokusetshenziswa kwewebhsayithi ngapahndle kokunika isexwayiso noma okuphelisa amalungelo okufinyelela kwewebhsayithi ngalabo bayisebnzisayo noma bekuphi ngaphandle kokubambeka:

  1. 1. Umnikazi webhsayithi uthatha ngokuthi ukusebenza nokungasebenzi kwewebhsayithi kulwisana neigomo nemibandela;
  2. 2. Umnikazi webhsayithi ukuthatha ngokuthi ukusebnza nokusebnzi kwewebhsayithi kungenxa yokuxhashazwa nokhlukunyezwa kwezinsisa ezinikezelwa yiwebhsayithi, yilabo abasebenzisa iwebhsayithi.
  3. 3. Izigameko ezingalawueki nezidlula amandla omnikazi wewebhsayithi, kubandakanya ukungasebenzi kwewebhsayithi, okuthintentela ukuqhubeka kokusebenza kakhle kwebhsayithi.

Uwuphi umthetho olawula lesi Sivemelwano?

59.Osebenzisa iwebhsayithi lena uvumelana nokuthi umthetho osebenza kule migomo nemibandela, indlela etolikwa ngayo noma iyiphi into noma indlela elikhulunyelwa ngayo noma evelayo iyoqhambuka kumthetho waseSouth Africa.

60. Le webhsayithi inomnikazi, iphethwe ize futhi ikhishwe isesimweni esisebenza kahle eRepublic of South Africa.

61. Uma usebenzisa le sayithi futhi uvumelana naleMigomo neMibandela efana nokuvumelana kumele iqhubeke eCape Town, South Africa.

62.Labo basebenzisa le webhsayithi bayagqugquzelwa ukuthi bafunde ngokuzikhandla imithetho yaseSouth African ehambisana nezokuxhumana nge-intanethi nolwazi oluqukethiwe kuMthetho weElectronic Communications and Transactions Act 25 ka2002 oluthe lwasetshenziswa.

Ukuvumelana ngokwendawo

63. Osebenzisa le webhsayithi uyavuma ukuthi uma ngabe kuvela ukuxoxisana indawo yeNkantolo kaMantshi ekufushane nendawo ngokomgomo wesigaba sama28 soMthetho weNkantolo kaMantshi ocibiyeliwe ngokwengxoxo nezinkinga ezivela ngokusetshenziswa kwewebhsayithi lena.

NOMA UKUXAZULULA IZINKINGA

64. Naziphi na izingxoxo zokungazwisani eziqhambuka ngokuphathelene naleMigomo neMibandela kubandakanya nemibuzo ehambisana nemibuzo ngokuba khona kwayo, ukuvumelwa noma ukupheliswa, kuyolungiswa ngezinqubo zezixazululo zezinkinga zeintanethi ngokuhambisana nezinyathelo zeTrustEnforce.org Mediation and Arbitration, zinyathelo lezo ezihlanganiswe ndawonye nezinkomba zalesi sigaba somthetho

65. Lapho kuvela ukungezwani nokuthethisana eSouth Africa phakathi kwamaqembu aseSouth Africa indawo yokuxoxisana kuyoba yiCape Town, ngoko ukuxoxisana kuzolawulwa yizinyathelo zomthetho waseSouth Africa kuze ukuxoxisana kuxazululwe ngokuhambiselana nomthetho waseSouth Africa.

66. Lapho kunokungazwisisani okuvelile phakathi kwamaqembu amabili amazwe ahlukene ukuthethisana nokungenelela kulolu daba luthathwa njengodaba lokungenelwa ngamazwe ehlabathi, futhi indawo yokuxoxisana kuba iAuckland, New Zealand, ngoko ukuxoxisana kulawulwa ngokwezinyathelo zeTrustEnforce.org yomthetho ongokuxoxisana eseNew Zealand, esetshenziswa yiUNCITRAL Model Law on International Commercial Arbitration. Lapho kunezehlo zokuxoxisana nezinkulumo ngokuxazulula izinsolo noma izinkinga namazwe omhlaba kuyoxazululwa ngokuhambisana neUnited Nations Convention on Contracts for the International Sale of Goods (1980)(mangabe kunesikhalo nokwesaba ngentengiso yezimphahla) neUNIDROIT Izinyathelo zeZivumelwano Ngemisebenzi yezentengiso Kwihlabathi (1994), zifakeliwe la kudingeka khona kuhla lwezinyathelo, imithetho nemigomo yezinga leCENTRAL List of Lex Mercatoria.

67.Ulimi oluza kusetshenziswa ngesikhathi sokuthethisana ukuxoxisana kanye nokuxazulula izinkinga kuyoba isiNgisi.

68. Ulwazi olunencazelo ethe xhaxhe kwiTrustenforce.org luyatholakala www.trustenforce.org.

Ukucibiyela imigomo nemibandela yesi Sivemelwano

69. Uboqaphela ukuthi, ngenxa yomthetho neminye imibandela evelile, singacelwa ukuthi sicibiyele le Migomo neMibandela Yokusebenzisa isikhathi ukuya kwesinye isikhathi. Zisize ubheke usuku lokugcina ukuhlaziya emazansi ephepha leli.

70. Sizozama ukunikezela ngezexwayiso zokucibiyela, kepha sibambe ilungelo eligqugquzela izicibiyelo ezihlanganisa okongeziwe noma okukhishiwe ngaphandle kwesexwayiso.

Ukuqiniswa kweSivumelwano

71. Abasebenzisi bewebhsayithi abakwazi ukusebenzisa, ukunikezela ngamalasensi kwabanye noma banikezele ngamalungelo phantsi kwale migomo nemibandela noma ngabe beyithole ngokusebenzisa leli webhsayithi.

72. Kwisigameko sokuthi ingxenye yeMigomo neMibandela itholakale isetshenziswe ingxenye noma ingasetshenzisiwe ngokuphelele noma kungasiphi isizathu, lokhu ngekhe kwathinta indlela yokusetshenziswa noma ukuqiniswa kokusebenza kwensalela yeSivumelwano.

73. Le Migomo Yokusetshenziswa iqukethe isivumelwano esiqotshiwe esiphakathi kosebenzisa iwebhsayithi nomninkazi webhsayithi.

74. Ukungakhoni ukunyanzelisa ukusetshenziswa kweMigomo neMibandela akunakuyekelwa noma ilungelo lokuqinisa ukusetshenziswa nokunikezelwa kwayo.

Usuku lokuhlaziya okokugcina 15 January 2009
© 2005 the electronic law consultancy. all rights reserved.