Izindaba
Ezokungcebeleka
Ezemidlalo
Impilo Yabantu
Ezokuvakasha
Ezokuvakasha
Izithombe
Izithombe zemicimbi
Zimbili Vilakazi
|
Published
2 years ago
Copy to Clipboard
BEKUSINDWE ngobethole kugujwa usuku lokuzalwa kukaNkk Irene Khanyile
BAKHOMBISE ukuzimisela abafundi baseSaphumelela Primary School ngesikhathi i-Adams Mission Library igubha i-World Read Aloud Day, igquqguzela usiko lokufunda kubantwana
BEKUKUHLE kudelile uMnuz Mfanafuthi Makhanya wase-Adams KwaSheleni nengoduso yakhe uNksz Philisiwe Mdletshe bethembisana umshado
SEBENYAMANYE. Beziwushaya kuMnuz Lungani Qwabe waseShowe eshadelwa nguNksz Thuli Ndimande waseMzinto, bebeshadela e-Aloe Lifestyle Hotel khona Eshowe
BEKUHLANGENE abancane nabadala kugujwa usuku lokuzalwa lukaNkk Khanyile
ABAFUNDI baseHlengimpilo Full Service School, eNanda bekuMr and Miss Valentines obuhlelwe yisikole ngoLwesibili
UNKSZ Thembi Mbatha ubegubha iminyaka engu-60 esadla anhlamvana. Umcimbi wakhe ubuseNtuzuma. Esithombeni ufunzwa ikhekhe yindodakazi wakhe uNksz Gugu Mbatha Isithombe: SITHUNYELWE