Osomabhizinisi besifazane bebehlisa izinkulumo ngezidlo kwi-"What's your hustle Mbokodo?" Luncheon e-O At Eden Umhlanga, eThekwini. Kwesokunxele nguNtombi Cele Masongo weMasongo Electronical, Thulisile Khuzwayo weMiss_Communication, Ayanda Khoza we2mbeza Spot Bar and Shisanyama, Cebokazi Mvovo weTC Table Charm, Simphiwe Dlamini weMshazi Butchery noJabu Gumede weJabu's Decor.
Image: SITHUNYELWE
BEBEDINGIDA ziphi onkabimalanga eMojos Carwash and Shisanyama
Image: FACEBOOK/MOJOS
BENGIQALA ukubona abantu abangamathe nolimu e-Exit Carwash and Shisanyama
Image: FACEBOOK/EXIT
BEKUHLEKWA kuze kuvele elomhlathi e-Exit Carwash and Shisanyama eMlaza
Image: FACEBOOK/EXIT
KAZI belinjani leli khekhe ebelifunzwa uMoshe Ndiki nguSomizi Mhlongo?
Image: FACEBOOK/MAX'S LIFESTYLE
KUDILIKE iGoli lifuna ubumnandi baseThekwini uSomizi neskeem sakhe bedla ubusha babo kwaMax umethuli wezinhlelo uMoshe Ndiki egubha usuku lwakhe lokuzalwa.
BEZISHIYANA ngomshefezo eMax's Lifestyle
Image: FACEBOOK/MAX'S LIFESTYLE
LEZI zintokazi bezikhuza u-cheers eMax's Lifestyle eMlaza
Image: FACEBOOK/MAX'S
NOMA ungabufihla kodwa sikubhaqile eMojos Carwash and Shisanyama eMayville
Image: FACEBOOK/MOJOS
IZINSIZWA zehlisa izintuli eMojos Carwash and Shisanyama
Image: FACEBOOK/MOJOS