INTANDOKAZI yomsakazi weRadio 2000, uPhat Joe, iziqhathe nabalandeli bayo iveza ukuthi iyakunyanya ukushelwa yizitabane ohlelweni lwasekuseni iPhat Joe and the Family.
NgoLwesithathu ekuseni uPhat Joe nozakwakhe uNonala Tose bebexoxa ngenkulumo ka Zodwa Wabantu yakamuva ohlelweni lwakhe i Zodwa Wabantu Uncensored ethinta indlela azizwa ngayo ngabantu abathandana nabobulili obubodwa.
Laba basakazi bavule ithuba lokuthi abalaleli babathinte ngocingo emsakazweni kudingidwe loludaba.
Ngesikhathi kuxoxwa ngalolu daba uPhat Joe uzwakale ethi: "Angiqondi ukuthi kungani bona (izitabane) behluleka ukwamukela ukuthi kunzima kubantu abaningi ukwamukela indlela abaphila ngayo."
Ubekusho lokhu phakathi kokutshela abalaleli indlela "ekumunyanyisa" ngayo "ukufunwa umuntu oyisitabane".
Lokhu kususe omkhulu umsindo enkundleni yokuxhumana uTwitter, abalandeli bakhe bezwakalisa ukuphatheka kabi nokuphoxeka ngakushilo.
I am not intentionally missing a point. I adore Phat Joe, but he missed it here. Just as much as some white ppl who will feel disgusted about everything black. That same anger you feel when you come across a racist it’s the same rage when a gay person comes across a homophobe!
— Sibusiso Ngobeni (@SbuMV) July 10, 2019
Radio 2000 has become another platform to spread hate, how can y'all allow Phat Joe get so personal live on Radio knowing very well how this hate impact a lot of gay communities
— Natasha Van De SlayQueen (@khoasa) July 10, 2019
I don't like people like Phat Joe who don't show their true colours if you can't stand gay people stay out o our faces and we will do the same finish and klaar
— Bathandwa Same (@BathandwaSame) July 10, 2019
I don't like people like Phat Joe who don't show their true colours if you can't stand gay people stay out o our faces and we will do the same finish and klaar
— Bathandwa Same (@BathandwaSame) July 10, 2019
So vele Phat Joe is one of those homophobic gays. Yikes https://t.co/w40A4yPTXs
— ♡◦°˚ABU. ᵐʸ ᶰᵃᵐᵉ ᶤˢ? (@Abu_Mangali) July 10, 2019
For the longest of times I thought Phat Joe was gay yazi pic.twitter.com/TYZyGMbjB7
— Makatsela (@katsela_ndosi) July 10, 2019
AbeSABC bethintwa ngaloludaba bacele ukuthunyelelwa i-email nokuze kwashaya isikhathi sokushicilela bengayiphendulanga.
Noma iningi limgxekile ngale nkulumo uPhat Joe, abanye bazwelane naye bethi naye unelungelo lokukhuluma ngemizwa yakhe abanye bethi abakuboni kuwukucwasa akushilo.
One day we will be called homophobes for saying gay people are gay. The jews did the same thing with antisemitism, you say anything about Jews, even facts and you will be labelled antisemetic. (Phat joe , #Zodwacancelled) pic.twitter.com/htAQl6MsHg
— When they see me♠🎲 (@ReelKaizerSoze) July 10, 2019
Dear LGBT Community
If women can tell men how we aint shit coz she aint feeling us & yall find it funny...
Then Phat Joe has the right 2 say that he as a hetrosexual man finds being hit on by another man disgusting.
Yall are getting carried away now.
Stop this msunery. Now. pic.twitter.com/JypSsrhmNv
— Kumkan¡ Ev¡le Anton¡o 👑 (@KingAQui) July 10, 2019