UMCULI we-Afro pop waseNanda oseyisangoma-mthandazi, uPhili "Mkhulumpiyonke" ugeqa amagula ngobumnandi bocansi ayelwenza nekati lakhe elingasekho.
UMkhulumpiyonke wayegidela iqembu likaSbongiseni Shabalala, iShabalala Rhythm futhi wazakhela udumo ngengoma ayegadla ngayo kuKelly Khumalo eyayithi Awusilo Itshitshi. Uthe uze ulala nekati nje yingoba wayekhathele ukushima ekubeni nenkanuko ingazibekile phansi.
“Empeleni ngikhule ngingabafuni nalapho behambe khona abantu besilisa. Nangasekhaya bekwaziwa nje ukuthi anginasikhathi sabafana. Bebethi bayazama nje sixabane kushunqe uthuli.”
UMkhulumpiyonke uthe ngokuhamba kwesikhathi wagcina esehalela ukulala nabantu besifazane futhi ebashintsha njengamasokisi ngoba ubeyisoka. "Bengingahlulwa yintombi. Bengikhuluma nayo kabili kathathu ingiqome. Bengilala nazo ngayo inanazi. Bengijatshuliswa ukuthi sithintana ngezib$%&u."
Uthe ngokuhamba kweminyaka, ugcine eseyisishimane ngoba izintombi bezingasamfuni nalapho ehambe khona.
"Ngenxa yokuthi bengihlala ngikhanukela ucansi ngigcine ngiqhamuke nomqondo wokuzitika ngekati. Bengithatha i-Ultramel ngiyithele kwinanazi ukuze ikati lizongikhotha. Uma lisheshe layiqeda ngingakachami, bengiqhubeka nokuyithela kuze kufike lowo mzuzu omnandi wokweneliseka."
Uthe ubengafuni lutho ngaleli kati ngoba bese liyisithandwa sakhe. "Bengilithanda ngilinakekela. Belihlupha ngokuthi belifuna i-Ultramel ngisho ngihlezi nabantu ngoba belivele ligibele kimi, liphenye iziketi nezingubo. Abantu bebexakeka nje ukuthi kwenzekani?"
Uthe alukho usuku ayolikhohlwa njengelokufa kwekati lakhe. Uthe kwake kwacishe kwaphela inyanga yonke ezilile nokudla kungavumi ngoba elahlekelwe yisithandwa sakhe.
"Ngacishe ngazibulala. Ngaze ngasizwa ukuzinikela kwindlwabu. Ngangiyiphinda ngisho kathathu ngosuku ngenxa yokuthi ngangihlale ngikhanukela ucansi kodwa engekho engingalwenza naye."
Uthe waze wahlukana nendlwabu ngoba esebuya kothwasa.
"Ngathola lapho ukuthi kwakuyidlozi likamkhulu wami, uMpiyonke, elalingenzisa wonke la manyala. Sengibuya ekuthwaseni ngabe sengihlangana nobaba wengane yami okunguye owangiphuca ubuntombi bami. Ngaqala nami ngaphila impilo ejwayelekile njengabanye abantu besifazane," kusho uPhili oseke walingisa efilimini yocansi (blue movie) yaphesheya ngenxa yokuthanda izinto.
Uthe usenaye omunye umuntu wesilisa athandana naye futhi omenelisayo ocansini. "Nomsebenzi wami wokwelapha uhamba kahle ngoba nabantu bayangena futhi bayasizakala. Kuyasho ukuthi ngangingenwe yidlozi lekhehla aligangile."
Esephetha unxuse abantu ukuba bangalibalekeli idlozi ngoba lingakuguqula ubulili uma bengenwa wumuntu owaye yibo. "Ungazithola sewuhlupheka ngenxa yokuthi awulilaleli. Sabela uma likubiza."