UKelvin Momo udabuka eSoweto, eGoli, eGauteng. Igama lakhe lokuzalwa wuKelvin Thato Ledwaba. Unama albhamu okubalwa kuwona i-Amukelani (2022), iKurhula (2023), iNtsako (2024), iThato Ya Modimo neN’wana Wa MuTsonga awakhiphe nyakenye.
UMCULI we-Afro pop ongomunye wabangaconsi phansi kubalandeli bomculo, uMnqobi Yazo usedalule ukuthi ukubheke ngamehlo abomvu ukuzojabulisa abalandeli bomculo wakhe ...
OMUNYE wabasunguli beqembu lomculo wokholo elingaconsi phansi kubalandeli bomculo ezweni iJoyous Celebration, uDkt Lindelani Mkhize usehlabe wahlikiza izinsolo zokuthi ...
EKUGCINENI isilomo somculi wase-United States of America (USA), uDoja Cat, sizonyathela okokuqala ezweni loyisemkhulu kulandela ukumenyezelwa kwaso njengophambili ...
KUVAMILE ukuthi amakholwa amahlelo ezinkonzo ezahlukene aklolodelane ngoba kuyilowo nalowo ebona noma ekholelwa ekutheni ibandla akhonza kulona lihle, lisemqoka ...
UMA uwumuntu okhonze ubumnandi nothanda ukuzithokozisa ngokulalela umculo, le mpelasonto eqale izolo nehambisana nosuku lwezithandani phecelezi i-Valentine’s Day ...
UKUTHAKASELWA komculo nomjikelezo wakhe ozoba seThekwini ngo-Ephreli, umaskanda uMzukulu ukuthatha njengesikhuthazi esimnika umfutho wokusebenza ngokuzikhandla ukuze ...
KUZOSETSHENZISWA amandla omculo wamakhwaya nowokucula ngokunandisa bukhoma ukuthi kuqhakanjiswe ubuhle bemvelo, isintu, amasiko namagugu aKwaZulu-Natal, kanjalo ...
ISIGAMEKO sokudlula emhlabeni kwezingane ezingu-14 engozini yemoto zisendleleni eya esikoleni eVanderbijlpark sithinte ingwazi kamaskandi uThokozani “Somnandi” Langa ...
BATHUKUTHELE bathelwa ngamanzi abantu baseNigeria nabalandeli bomculi wakuleliya zwe uDavido ngokuwina kukaTyla indondo yeBest African Music Performance kumaGrammy ...
ISIKHULU seRecording Industry of South Africa (RiSA) eyengamele amaSouth African Music Awards (Sama) sithi benza isiqiniseko sokuthi akekho osala ngaphandle ngokulula ...
USbahle (28) waseMlaza, eningizimu yeTheku, usho njalo exoxa neSolezwe malungana nengoma yakhe esihloko sithi Ngitshele, ayishaya noNaledi Aphiwe - nezoqala ukutholakala ...
UNAAK igama lakhe lokuzalwa wu-Anga Makubalo, Usesebenze namaciko amaningi emculweni esingabala kuwona uBlack Coffeee, uDJ Tira, iBig Nuz, uDJ Fisherman, iKususa, ...
Uphrojusa womculo ohlonishwayo, uDJ Maphorisa, uthi uma inkampani iSony ingamboleka uR1 billion nakanjani engayilungisa imboni yomculo.
BALOKHU beqhubeka nokutomula emgodleni wabo abahleli beCape Town International Jazz Festival ngokumemezla abaculi abazoshiyelana inkundla emcimbini wabo ongoMashi. ...
UQOLOTHAKAMANGO womculi we-kwaito, uThebe, ugubha iminyaka engu-30 esemculweni ngokuhlanganisa iqophamlando elizochaza konke ngempilo yakhe.
KUPHELE amazwi okubonga kumculi kamaskandi Umafikizolo, ngenkathi egajwa yinjabulo yokwemukeliswa ngokusemthethweni unyanyavu lwemoto i-VW Polo TSI, okuwumklomelo ...
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula ...
UFeza (29) waseNgwetshana, eNquthu, enyakatho yeKwaZulu-Natal, usho njalo exoxa neSolezwe ngokugqama kwakhe ngokushesha emculweni, emva kokukhipha icwecwe lakhe ...
UMYALELO awunikwe udokotela wokuhlala ekhaya amasonto angu-10 ukuze alulame ekulimaleni engozini yemoto, umculi uMakhadzi uwubona njengethuba lokubhala umculo omusha. ...