UBlack Coffee nohlelo lokusiza abafundi abanenkinga yamehlo

Fanelesibonge Bengu|Published

SEKUNGENELELE inkakha kaDJ ehlonishwa umhlaba wonke, uBlack Coffee, ukusiza izingane ezinenkinga yamehlo ezisafunda isikole ngokuzihlola aphinde aziphe izibuko mahhala ...

UDJ Mngadi uphonsele abaphathi boKhozi FM inselelo kukhunjulwa uNjinji

Simangaliso Ntshangase|Published

UDJ Mngadi usho njalo ekhuluma enkonzweni kaNjinji (41) ebingoLwesine ezindlini zomsakazo zoKhozi FM, eThekwini, lapho obekubuthene khon abasakazi, umndeni, izihlobo ...

Umculi neshashalazi lokuhlahlela ubuhle nobubi bothando

Simangaliso Ntshangase|Published

UMCULI we-Afro pop futhi ongumingisi nomxoxi wezindaba uQhawelentombi usethembise ukusebenzisa ubuciko bakhe ukuxoxa indaba ehluba udlubu ekhasini ngobuhle, ububi ...

Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe

Fanelesibonge Bengu|Published

NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse podcast kuYoutube ngenxa yenkulumo " egxeka" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge ...

Injabulo uTrevor Noah ebuyela kumaGrammy 'okokugcina'

Fanelesibonge Bengu|Published

KUHALALISELWE usomahlaya waseNingizimu Afrika uTrevor Noah omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lwamaGrammy Awards okwesithupha kulandelana eLos Angeles ngoFebhuwari ...

Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric

Fanelesibonge Bengu|Published

OSAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.

UFelix ukuphendula ihlaya adlule kukho

Fanelesibonge Bengu|Published

UZIPHENDULA ihlaya izigigaba adlule kuzo usomahlaya uFelix Hlophe njengoba ekupheleni kwenyanga eqala umjikelezo iRunaway Bride eMgungundlovu.

Kuxwayiswa abalandeli ngokuba yisimbelambela kubaculi

Fanelesibonge Bengu|Published

UNkosazana Daughter oyisilomo sama-piano, uqophe i-video wayifaka kuTikTok kulandela ukuhlale njalo abantu bephawula ngokwehla kwakhe emzimbeni.

Usazobuyela esibhedlela uDJ osehlinzwe kasithupha emuva kwengozi yemoto

Fanelesibonge Bengu|Published

USEHLALELWE wukuhlinzwa kathathu uDJ owasinda engozini yemoto nyakenye kwashona umngani wakhe.

Kunconywa uBonang ngezimanga azigile kowonobuhle eVietnam

Fanelesibonge Bengu|Published

USHAYELWE ihlombe uBonang Matheba ngezinga eliphezulu alikhombise ephethe uhlelo emncintiswaneni kaMiss Cosmo eVietnam ngoMgqibelo, naphezu kobuhixihixi obube khona ...

Bazokwamukela unyaka omusha ngomculo wokholo ne-jazz

Fanelesibonge Bengu|Published

AKUVUTHONDABA amalungiselelo omcimbi i-Asingene Siphila Jazz & Gospel Music Picnic ozodonsa izinsuku ezizmbili eVryheid kusuka ngoDisemba 31.

ULasizwe uphumela obala ngokuba nokhwantalala

Fanelesibonge Bengu|Published

UMETHULI wezinhlelo uLasizwe Dambuza usedalule ukuthi uphethwe wukhwantalala aselusukumele ngokuthi ayochitha amasonto ambalwa azayo nongoti bezengqondo.

Uzowudlela ejele uKhisimusi noNcibijane uShebeshxt obhekene namacala abucayi

Fanelesibonge Bengu|Published

Uzodla uKhisimusi namathini awashayele esitokisini umculi odumile waseLimpopo uShebeshxit onqatshelwe ibheyili eNkantolo yeMantshi ePolokwane ngamacala ahlukene ...

UPrince Kaybee ugonyuluke ngomthelela wokunukubezwa

Fanelesibonge Bengu|Published

U-DJ ophinde abe wuphrojusa womculo, uPrince Kaybee, ugonyuluke esidlangalaleni ngomthelela ukunukubezwa ngokocansi esemncane okube nakho empilweni yakhe.

Usebhekwe kokaMiss Universe uBonang ozophatha uhlelo kowaseVietnam

Fanelesibonge Bengu|Published

USEBHEKWE kokaMiss Universe uBonang “Queen B” Matheba omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lukaMiss Cosmo eVietnam ngenyanga ezayo.

Usadonsa ngaphakathi umculi owaboshelwa elokudlwengula

Fanelesibonge Bengu|Published

UMCULI we-kwaito owagwetshwa iminyaka engu-15 ejele ngo-2017 ngecala lokudlwengula umshana wakhe, uSipho "Brickz" Ndlovu usaqhubeka nokodonsa isigwebo sakhe ngaphakathi. ...

Inkosana kaShabalala iphawula ngomcimbi wokuhlonipha uyise

Fanelesibonge Bengu|Published

yomsunguli weLadysmith Black Mambazo uthi ngokwazi kwakhe abahleli bomcimbi wokuhlonipha uyise ozoba sePlayhouse, eThekwini, kusasa ntambama bayilandela yonke imigidu ...

Ayisekho 'injinga' uMandla Mthembu eyayishade noKhanyi Mbau

Fanelesibonge Bengu|Published

Akasekho emhlabeni uMandla Mthembu owazakhela udumo ngobukhazikhazi bempilo ayeyiphila noKhanyi Mbau ayeshadelwe uye.

Uzehlisile waxolisa umlingisi osebenzise igama elicwasa abamnyama

Fanelesibonge Bengu|Published

Umlingisi u-Enhle Mbali Mlotshwa uzehlisile waxolisa ngokusebenzisa igama elicwasa abamnyama eliqala ngo K ngesikhathi ethulwa njengenxusa lendawo yokucwala izinwele ...