KUBE ncane indawo kutwitter ngoMsombuluko ekuseni kutholene phezulu umrepha oyisangoma uBoity nophrojusa womculo weHouse neKwaito ohlonishwayo kuleli uDJ Cleo.
Udaba lususwe yizithombe ezifakwe uCleo kutwitter eveza lapho abevakashele khona iziboshwa ejele laseKrugersdorp ngempelasonto wabe eseshutha neciko ayesebenzisana nalo uBrickz. UCleo ufake izithombe zakhe noBrickz wabhala wathi, “sonke sigijima umjaho, wawa endleni (uBrickz) kodwa umjaho awukapheli,” kusho uCleo izolo ebusuku.
UBrickz wagwetshwa iminyaka engu-15 yiNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort ngonyaka odlule ngemuva kokumthola enecala lokudlwengula umshana wakhe.
We all run our own races, he fell along the way....but the race is not over https://t.co/xhmjPXa27k pic.twitter.com/YzO7PqYx57
— www.djcleo.co.za (@djcleo1) February 17, 2019
TF?????? https://t.co/AAUzh3x0Cs
— #BAKAE OUT NOW (@Boity) February 18, 2019
To all the psychopaths in my mentions defending Cleo/Bricks, you can go jump off the highest cliff. Until some evil cunt rapes your little sister (or some1 u love) you will continue being a raggedy ass rape apologist because you don’t give a flying fuck about the victim!! Tsek! https://t.co/mt6TfVQ2We
— #BAKAE OUT NOW (@Boity) February 18, 2019
Sipho raped a 16-year-old.
That's not "falling along the way" and something to use as motivation to "Keep going", please 🙅🏾♀️ https://t.co/M3PBccfBcs
— Ottilia Anna MaSibanda (@MaS1banda) February 17, 2019
Okubukeka kucasule uBoity nabanye abantu kutwitter igama 'lokuwa' elisetshenziswe uCleo kwazise abaningi bebebuza ukuthi ukubiza kanjani ‘ngokuwa’ ukugwetshelwa icala lokudlwengula.
UBoity uphendule umbhalo kaCleo ngokubuza ukuthi kwenzenjani ngaye ngaphambi kokuthi ajoyinwe abanye okubalwa kubo noThembisa Mdoda begxeka lo phrojusa. Ube esechaza ukuthi akasoze amxolela umdlwenguli.
IF HE RAPED YOUR MOTHER, SISTER OR SOMEONE THAT YOU ACTUALLY CARE FOR, would you have the same energy & response to the situation?!l???!! https://t.co/NHk8tB9EmL
— #BAKAE OUT NOW (@Boity) February 18, 2019
UCleo uphendule ukugxekwa kwakhe ngokucacisa ukuthi ukuvakasha ejele yinto ayenza ngaphansi kohlelo lwasemajele ukulekelela ukuhlunyeleliswa kwezimilo nabanye abadlali bebhola asebathatha umhlalaphansi. Uthe uBrickz umfowabo futhi akekho ozomtshela ukuthi ambungaze noma ameseke nini. #Thread
Rape is one of the most terrible crimes & happens so often.
We always educating women on how to defend themselves, When we really need to be teaching men not to rape.
I don’t and will never condone rape.
It’s sad that my tweet was So misunderstood. pic.twitter.com/oAJs9mHAyb
— www.djcleo.co.za (@djcleo1) February 18, 2019
My initial tweet was not about sympathising with a rapist, but supporting a #brother and #father who was convicted & now serving his sentence.
I sympathise with all victims out there.
But....I will not be bullied or told #how and #when to love a brother.
I stand by my words pic.twitter.com/kbKAwxulqU
— www.djcleo.co.za (@djcleo1) February 18, 2019
I have partnered with the correctional services and few other stakeholders to contribute to the positive rehabilitation of similar inmates.
- if that’s deemed as condoning and supporting criminals then so be it.
I refuse to entertain any negative spin to my good deeds. pic.twitter.com/vb5v9v883h
— www.djcleo.co.za (@djcleo1) February 18, 2019
Bakae bo @Boity to motivate our sisters in prisons?
Bakae bo mrapper-Sangoma when bo @NomzamoMbatha take pics le bo Arthur...(I’m sorry to drag u into this Sisi Nomzamo)
If only u @Boity were as #woke then as u r now, instead of trying to ridicule me.
Emanyana nana pic.twitter.com/eXJ25caZBh
— www.djcleo.co.za (@djcleo1) February 18, 2019