NJENGOBA umnqamulajuqi kaMsizi obekwe uFaith usondela, uvala umlimo uLaz ozama ukukhuluma.
KUTHINTEKE abaningi bazishaya amaphakethe ngesikhathi okhishwe endlini kaBig Brother Mzansi edalula ukuthi ubegqoka isicathulo esisodwa kuso sonke isikhathi asichithe ...
UBUYELA kwaSABC ngohlelo olusha lwethelevishini kuSABC 2 kusuka ngenyanga ezayo uPenny Lebyane oshiye iRadio 2000 eminyakeni emibili edlule.
KUNGENZEKA ukuthi imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon) isisongiwe eMorocco kodwa ukukhulunywa ngayo kusekude ukuphela kwazise nonyaka kuhlangana iminyaka engu-30 ...
INTOKAZI yasePort Shepstone, uNomalanga Shozi, ithi ukuwa kwenye indlu ukuvuka enye njengoba isithole omunye umsebenzi emuva kokuvalwa kwesiteshi iBET Africa, ebisebenzisana ...
Indodana kaJacob Zuma, owayengumongameli waseNingizimu Afrika, uDuduzane Zuma ingomunye wosaziwayo abazobonakala ohlelweni Ikas'Lami kuSABC 1 ichaza kabanzi ngendawo ...
KUBUYISWE ababili baKwaZulu-Natal abake baba khona phambilini ohlelweni iBig Brother Mzansi oluqale ngeSonto kuMzansi Magic.
UBUYA ngamandla kwezokulingisa uFana Mokoena owayeyilungu lePhalamende elimele i-Economic Freedom Fighters (EFF) njengoba ezolingisa indawo ephambili efilimini eza ...
IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes’thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi ...
SELUQALILE ukuba sematheni uhlelo lwethelevishini iBig Brother Mzansi olubuya nesizini yesithupha kuMzansi Magic kusuka ngo-6 ntambama ngeSonto.
KUXEGISWE imithetho yentandokazi yohlelo iBig Brother Mzansi ngokuthi kuvunyelwe abake babonakala kuyo ukuthi baphinde bangene endlini ngesizini entsha ezoqala ngeSonto. ...
Sigcine sisayiniwe isivumelwano esisha sokugcina iziteshi ezingu-12 zeWarner Bros. Discovery ebesiphelelwa yisikhathi kwiDStv ngoDisemba 31.
BAZOVULA unyaka omusha ngamancoko ababukeli beMzansi Magic njengoba kuzoqala uhlelo olusha iBhelas ngoMsombuluko.
ZIMENYEZELWE izimoto okuzotonyulwa kuzo ezovotelwa njengeyonyaka emncintiswaneni i-2026 South African Car of the Year (COTY) emuva kokumenyezelwa kwezisesigabeni ...
Abaphuthwe wukuthamela amaCrown Gospel Music Awards abeseNkosi Albert Luthuli International Convention Centre ngenyanga edlule bazothola ithuba lokubona obekwenzeka ...
ABAHLELI bemiklomelo yabalingisi amaRoyalty Soapie Awards bachaza ngesinqumo sokungayenzi kulo nyaka njengoba sebeqale amalungiselelo ango-2026.
UZOBUYA unyaka wesibili kulandelana njengomethuli weBig Brother Mzansi uSmash Afrika njengoba amalungiselelo esizini entsha esedlulela kwesinye isigaba.
U-DJ Zinhle nomyeni wakhe uMurdah Bongz sebegcine ‘bephendulile’ ngezinsolo ezilokhu zenziwa ekhasini likaphoshozwayo wezindaba zosaziwayo uMusa Khawula ku-X.
OMUNYE wabalingisi abagqamile emdlalweni wakwiMzasi Wethu othi Homecoming, okhonjiswa ngoMsombuluko kuya kuLwesithathu ngo-6:30 kusihlwa, usedalule ukuthi ubuqiniso ...
KULINDELEKE ukuthi uqhubeke isikhathi eside umbono wokukhiqiza kabusha imidlalo yethelevishini kuhlanganisa amafilimu nama-movie aziwa umhlaba wonke, kwenziwe ukuthi ...