UTHEMBINKOSI Lorch we-Orlando Pirates usethubeni lokuwina umklomeli kumaPSL Awards e-ICC eThekwini, ngeSonto ebusuku UTHEMBINKOSI Lorch we-Orlando Pirates usethubeni lokuwina umklomeli kumaPSL Awards e-ICC eThekwini, ngeSonto ebusuku
INKUNZI emdwayidwa esanda kuwagaxa emgibeni amakhokho, uSiyabonga “Bhele” Nomvethe, ithwele ngeqoma umdlali we-Orlando Pirates, uThembinkosi Lorch, ukuthi uzokhala emuke nomklomelo i-PSL Footballer of the Season.
UNomvethe, owunqobe kabili umklomelo (esadlalela iKaizer Chiefs nakwiMoroka Swallows), uthe ukuzinikela nokusebenza kanzima kukaLorch yikona okumenza ehluke kuThemba Zwane noHlompho Kekana abadlalela iMamelodi Sundowns, aqokwe nabo emunxeni ofanayo.
I-Premier Soccer League (PSL) ikhiphe uhlu lwabakhethiwe izolo e-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC), eThekwini.
Umcimbi wokuqhela abenze kahle kule sizini kwiPSL uzoba khona e-ICC ngeSonto ngo-7 ebusuku.
“Iqiniso wukuthi kunzima ukusho ukuthi ngubani okumele ahlabane ngomklomelo ngoba badlalile bonke abadlali abakhethiwe. Kodwa ngokwami ngingakhetha uLorch ngoba udlalile kakhulu futhi uzinikelile kakhulu. Ukusebenza kanzima nokungapheli umoya ngibona ukuthi yikona okumenza ehluke kuZwane noKekana.”
Themba Zwane (Mamelodi Sundowns)
Thembinkosi Lorch (Orlando Pirates)
Hlompho Kekana (Mamelodi Sundowns)
Peter Leeuwenburgh (Cape Town City)
Ronwen Williams (SuperSport United)
Denis Onyango (Mamelodi Sundowns)
Thamsanqa Mkhize (Cape Town City)
Ricardo Nacimento (Mamelodi Sundowns)
Sifiso Hlanti (Bidvest Wits)
Themba Zwane (Sundowns)
Thembinkosi Lorch (Orlando Pirates)
Hlompho Kekana (Mamelodi Sundowns)
Teboho Mokoena (SuperSport United)
Bongani Sam (Bloemfontein Celtic)
Gift Links (Cape Town City)
Themba Zwane (Mamelodi Sundowns)
Thembinkosi Lorch (Orlando Pirates)
Hlompho Kekana (Mamelodi Sundowns)
Pitso Mosimane (Mamelodi Sundowns)
Micho Sredojevic (Orlando Pirates)
Benni McCarthy (Cape Town City)
MTN8
Last man standing
Thabo Nodada (Cape Town City)
Bradley Grobler (SuperSport United)
Peter Leeuwenburgh (Cape Town City)
TELKOM KNOCKOUT
Player of the Tournament:
Elvis Chipezeze (Baroka FC)
Thembinkosi Lorch (Orlando Pirates)
Mduduzi Mdantsane (Baroka FC)
NEDBANK CUP
Player of the Tournament:
Bernard Parker (Kaizer Chiefs)
Zakhele Lepasa (TS Galaxy)
Khama Billiat (Kaizer Chiefs)
Terrence Mashego (TS Galaxy)
Siphosakhe Ntiya-Ntiya (Kaizer Chiefs)
Zakhele Lepasa (TS Galaxy)
Multichoice Diski Challenge Player of the Tournament:
Kamogelo Mahlatsi (SuperSport United)
Sipho Chaine (Bloemfontein Celtic)
Njabulo Blom (Kaizer Chiefs)
Diski Shield Player of the tournament
Lindani Ndelu (Golden Arrows)
Kamogelo Mahlatsi (SuperSport United)
Siboniso Conco (Golden Arrows)