Advertisement

More from IBHOLA

Injabulo ngomgadli weChiefs

UMQEQESHI wenkulisa kwiKaizer Chiefs, uDonald “Ace” Khuse, ubona omunye wabagadli baleli qembu ezoshaya amagoli angaphezu kweshumi kule sizini.

9 September 2019 | IBHOLA

UPitso ngeke azithambise kweyeCAF

UMQEQESHI weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane ohlalelwe wukuhlelela imidlalo emibili emqoka, uthi ngeke alihlomekele iqembu laseSeychelles iCote d’ Or abazodlala nalo koweCAF Champions League.

9 September 2019 | IBHOLA

Umqeqeshi udumele kuhoxa imidlalo

USALE ephoxekile umqeqeshi weBafana Bafana, uMolefi Ntseki, ngokuhoxa kwemidlalo yabo yobungani ngenxa yodlame olubhekiswe kwabokufika olubhebhethekile eNingizimu Afrika ngesonto eledlule.

9 September 2019 | IBHOLA

UNotoane ujabule wabuya nganeno bewina

UJABULE wabuya nganeno umqeqeshi weqembu lesizwe lika-Under 23, uDavid Notoane, ezakhe zithela isibhaxu iZimbabwe emlenzeni wokuqala wokuhlungela i-Africa Cup of Nations (Afcon) e-Orlando Stadium ngeLwesihlanu.

9 September 2019 | IBHOLA

Kubanjwe umoya ekululameni ngokushesha kwezibabuli zeBucs

IZINTANDOKAZI zamaqembu aseSoweto, iKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates, ziqale isizini ka-2019/2020 njengempumalanga nentshonalanga kodwa okufanayo ngazo wukuhaqeka komavula kuvaliwe balezi zinkunzi okunguThembinkosi Lorch noKhama Billiat.

9 September 2019 | IBHOLA

IMpofana emzileni wokunqoba iQ-Innovation

UKUBUYA kwefomu ka-Eric “Tower” Mathoho kubukeka kuxhumene nokuvuka kwabafileyo kweKaizer Chiefs, eqale kahle isizini ka-2019/2020 ukuwedlula wonke amaqembu ebanga nawo uR15 million kwi-Absa Premiership.

9 September 2019 | IBHOLA

UBrockie ubheke umklomelo kwiPSL

UJEREMY “Sniper “Brockie obolekiswe isizini yonke ka-2019/2020 kwiMaritzburg United, ubheke umklomelo womshayi magoli ovelele kwiPremier Soccer League (PSL).

9 September 2019 | IBHOLA

IMoroka Swallows ingase ivuke ngoMere

UZAMA inkontileka kwiMoroka Swallows esigabeni iGladAfrica Championship owayeyisiqongqwane seMamelodi Sundowns, uVuyo Mere, ochithwe yiBidvest Wits ngasekuqaleni kwesizini.

6 September 2019 | IBHOLA

UJordaan nezizathu zokuqasha uNtseki

UMENGAMELI weSouth African Football Association (Safa) uDanny Jordaan, uchazele abadlali beBafana Bafana ngesizathu esiholele ekutheni baqoke uMolefi Ntseki njengomqeqeshi omusha weqembu.

6 September 2019 | IBHOLA

Usejoyine iqembu lebhola uCaster Semenya

UMPETHA womhlaba kwi-800m uCaster Semenya usejoyine iqembu lebhola. Lezi zindaba ziqinisekiswe izolo yiJVW okuyiqembu likakaputeni weBanyana Banyana uJanine van Wyk elidlala kwiSasol Provincial League eGauteng.

6 September 2019 | IBHOLA

OwaMaZulu nethemba lokukhula kwiMDC

UMQEQESHI waMaZulu FC adlala kwiMultichoice Diski Challenge (MDC), U-Ayanda Dlamini, ubona kuzobakhulisa abadlali bakhe abasebancane ukusheshe babhekane namaqembu aqinile kule ligi.

5 September 2019 | IBHOLA
Advertisement