Umqeqeshi weHollywoodbets Sharks u-JP Pietersen akajabule neze ngomkhuba wokudedela umgqigqo ohlasele iqembu lakhe.
AmaProteas azobhekana namaqembu asefomini esigabeni seSuper Eight eNdebeni yoMhlaba yT20.
UNQUME ukuyigabha nakulo nyaka iTotalsports Two Oceans Marathon, umgijmi wamabanga amade, uJenet Mbhele, ovivela ukuyokhipha amanye amangwevu kwiComrades Marathon ...
UMQEQESHI weDurban City, uPitso Dladla, uphumele obala ngokubukeka njengokuzitshwa kwakhe kwesokuba ngumqeqeshi oyinhloko kuleli qembu, ekubeka ngokucacile ukuthi ...
PHEZU kokuba isethenjwa somdlali wakhe, uSiyanda “Skhwishi” Ndlovu, siyamaniswa namaqembu amakhulu aseGauteng kodwa umqeqeshi weLamontville Golden Arrows, uManqoba ...
LUSONGWE ngenothi eliphezuiu usuku lokuqala lomjaho iDusi Canoe Marathon izolo, ingqwele yalo mjaho kwabesilisa, u-Andy Birkett nomlingani wakhe uMatthew Fenn, bephuma ...
UBONA kubaluleke kakhulu ukuthi iKaizer Chiefs ilwelele ukubuyela emqhudelwaneni weConfederation of African Football Association (Caf) ngesizini ezayo, owayengumdlali ...
UMQEQESHI weRichards Bay FC, uPapi Zothwane, uyavuma ukuthi ukwenza kahle kwabo emiqhudelwaneni yomkhumulajezi kuyisikhuthazi kubona ekutheni bangagcina bekwazile ...
AmaProteas azobe eselwela ukuqeda esicongweni kuGroup D eNdebeni yoMhlaba yeT20 uma esedlala owokugcina wamaqoqo ne-United Arab Emirates.
KUBUYA ithemba kumqeqeshi we-TS Galaxy, u-Adnan Beganovic, ngokuqedwa kwezigwebo zeFifa obenswinywe ngazo leli qembu okulindeleke ziqedwe maduze ngemuva kokuba usihlalo ...
IKRUGER United iphinde yakhombisa ukuba yiqembu elingazimisele ngokuphuma embangwenni wesicoco seligi yeMotsepe Foundation Championship ngokuqhubeka nokushubisa ...
ISharks ingase ilahlekelwe ngenye insika yamaBhokobhoko uGrant Williams okhonjwa eJapan.
YIZE i-Orlando Pirates ilokhu iqhubeka nokukhombisa izimpawu zokushabashekela ukuqeda ukuchanasa kweMamelodi Sundowns ngesicoco seligi yeBetway Premiership kule ...
IQEMBU lesizwe labesifazane lombhoxo weSevens lizibeke ethubeni lokungena kwiSVNS World Championship Series liqeda endaweni yesibili kowokuvula weHBSC SVNS 2.
Uzoqala ngoLwesine usongwe ngeSonto umqhudelwano wanonyaka weKZN Premier's Netball Cup.
YIZE abaphathi beDurban City beveze ukuthi besathungatha umqeqeshi ozovala isikhala sikaSinethemba Badela kodwa kuvela ukuthi obeyiphini lakhe, uPitso Dladla, usethubeni ...
PHEZU kokuba abakuphokophelele kakhulu kuwukulwela ukuya kumaPlay-Offs kazwelonke eSafa ABC Motsepe League kodwa umqeqeshi woMkhambatbhi FC, uXolani Khumalo, ukubeka ...
UFUNA iqembu liqinise ekwenzisiseni izinto ezithathwa njengezilula ukuze kulihambele kahle eNdebeni yoMhlaba yeT20 eqhubekayo e-India naseSri Lanka.
KUNGAKAPHELI sikhathi esingakanani uSinethemba Badela ethathe izintambo zokuqeqesha iDurban City, usekhonjwe indlela kuleli qembu ngezizathu ezingakadalulwa ngabaphathi ...
UMQEQESHI weChippa United, uVusumuzi " Kanu" Vilakazi, ubona kube nomthelela omuhle ukusebenza ngesimo somqondo kumdlali waleli qembu, uSinoxolo Kwayiba, ovuke wazithatha ...