AMAPHOYISA athele othulini ngenhlamvu owesilisa waseNdwedwe okuthiwa kade ehamba edubula emoyeni, wabe esehlasela amaphoyisa. Lesi sigameko senzeke oKhambeni, eNdwedwe, ...
UMNDENI wowesifazane isidumbu sakhe esitholwe silahlwe ehlathini elisemgwaqweni uStockville eduze kwaseGiba Gorge, ufuna kuboshwe abasolwa ukuze bachaze ngabakwenzile. ...
OBEGWETSHWE udilikajele ngecala lokubulala umyeni wakhe owayemdala kunaye ugonyuluka ngokuboshelwa amanqina enyathi ngemuva kokuthi ededelwe ejele ngoLwesine ngemuva ...
ZIWAKHALELE amadoda amabili nowesifazane abasolwa ngamacala ahlukene eZakheni, eMnambithi
LISOLWA ngokuba nesikhwele ngengane yentombi, isoka elidubule labulala owesifazane ebelithandana naye phambi kwengane yakhe, efulethini eMbilo eThekwini.
UConstable Qhamuka Thomas Kwela (37) obesebenza esiteshini saseBrighton Beach, udutshulwe ekhanda egaraji lakaShell ku-Edwin Swales Drive eBluff.
ISIPHENDUKE ihlaya indaba esematheni yomphrofethi webandla iMount Zion General Assembly Church ofutha abazalwane ngesifuthi sezinambuzane iDoom
UHLAKAZWE ngezinhlamvu ezingu-20 emagcekeni esonto izolo umfundisi webandla iPresbyterian, eLamontville, eThekwini. Basale bebabaza isihluku abantu bakule ndawo ...
BAYAVEVA abazali babafundi baseZenzele Primary, eFolweni kulandela isigameko lapho kuthiwa uthisha ungenele umfundi ngezinyo emthandazela “emkhipha” inkolo yobusathane. ...
KUGCINE “kungcwatshwa” ithini likafishi lapho kukhishwe khona isidumbu sowesilisa okutholwe ukuthi kuphambane izinkomishini, kwangcwatshwa umuntu okungayena eSgqumeni ...
BAYAZIQHENYA ngokungena khaxa emikhakheni ebithathwa njengeyamadoda abesifazane abenza imisebenzi eyahlukahlukene kwaSapref. UNksz Thembani Shezi (29) waseMlaza ...
KUPHAZAMISEKE ukufunda kwesinye sezikole eThekwini, iSastri College, izolo ekuseni ngemuva kokuba abafundi beqhinqe ngaphandle bekhala ngokucwaswa ngokwebala. Abafundi ...
Usashaqekile umphakathi waseNgoje ngesigameko sokubulawa kowesifazane okuthiwa ushaywe ngumfowabo waze washona.
Amaphoyisa aseMzinto athungatha inyanga ngecala lokubulala uNawaaz Khan (23) wakhona eMzinto, maqede yamshumpula ikhanda
Uyivikele inkosikazi yakhe umculi wokholo uSfiso Ncwane osanda kupha umfundisi wakhe imoto ka-R1. 9 million
Uninakhulu wowesifazane okusolwa isoka lakhe ngokumgwaza limfihle ngaphansi kombhede, uchaze ngendlela isidumbu somzukulu wakhe ebesiyiyona.