ISIKHWISHIKHWISHI somdlali esigijima phambili ngawesokunxele kwiMaritzburg United, uMxolisi “Jomo’’ Kunene, sithi siyabethemba ozakwabo nakuba sona singekho ngenxa ...
UMQEQESHI weBloemfontein Celtic uJohn Maduka, ubhekene nenselelo yokuzakhela ugazi kubalandeli baleli qembu ngokuthi anqobe isicoco seNedbank Cup okokuqala ngqa, ...
UPHELELANI 'JJ' Mpangase oke wagijima kwiNathi Lions, Mamelodi Sundowns, Supersport United nakwiPlatinum Stars, uthi ukushesha kwabaphathi bamaqembu aseKZN ukuxosha ...
UKUBEKA ukuphepha nempilo yabantu phambili nokugwema ukubhebhetheka kwegciwane elibanga isifo seCovid-19 eNingizimu Afrika kwenza inhlangano eyengamele umdlalo wejubane ...
UMGADLI weHighlands Park uPeter Shalulile, okuthiwa iqembu lakhe lifuna ukumthengisa engxenye nozakwabo uMthobi Mvala, angaba wusizo olukhulu emidlalweni yeMamelodi ...
INGASE ibekwe endlini yayo yokugcina ngoMgqibelo ingqwele endimeni kanobhutshuzwayo okuthe ngoMsombuluko yalishiya leli elimagade ahlabayo, uCedric Themba ?Sugar ...
PHEZU kokuthi AmaZulu ephume inqina kaMabuyaze emidlalweni emibili kodwa lokho akusho ukuthi sekungaqalwa kuthiwe inyanda yemuka nesibopho. Ngokusho komqeqeshi uCavin ...
BAPHOQELEKE ukuhoxa ekuphatheni iRoyal Eagles uShauwn Mpisane nendodana yakhe * -Andile Mpisane emuva kokuthi iPremier Soccer League (PSL) iqale uphenyo ngokubhaliswa ...
KUVELA okumangazayo ngombango wobunikazi phakathi kwabakwaMpisane njengoba kuthiwa ifomu yobulunga baleli qembu kule sizini ka-2019/20 elisefayilini yaleli qembu ...
KUFUFUSA umbango wobunikazi beRoyal Eagles okungelinye lamaqembu aKwaZulu-Natal (KZN), phakathi kukasihlalo wayo uSbu Mpisane nomkakhe uShauwn Mpisane.
UKUNQOBA isicoco seligi kweMamelodi Sundowns ngomdlalo wokusonga isizini ka-2018/19 yikhona osekuphembe intshisekelo yokubuyisa uKhama Billiat, osekwiKaizer Chiefs. ...
UCASTER Semenya ochithiwe ukuthi abambe iqhaza kumaWorld Champs ngoSepthemba nonyaka
UMQEQESHI osezakhele igama kwezokugijima, uSamuel Sepeng obeke uCaster Semenya kwelinye izinga selokhu aba ngaphansi kwesandla sakhe, kubukeka sengathi uzoqhamuka ...
UKUPHUMA kweBafana Bafana esigabeni samaqembu awu-16 kwi-Africa Cup of Nations (Afcon) ezosongwa kusasa eCairo, e-Egypt, akuchazanga ukuthi sekuphelile ngabantu ...
IMENENJA ehhovisi le-Orlando Pirates uFloyd Mbele, awulona iqiniso umbiko obusezinkundleni zokuxhumana obuthi uThembinkosi Lorch, usephenduke inyama emaqenjini ase-Europe ...
UMQEQESHI weqembu lesizwe iBafana Bafana ukhale ngokuqala ngebatha kweqembu lakhe nokuholele ekutheni elaseNigeria lenyukelwe ukuzethemba ligcine libengamele nokuholele ...
‘KUYISIFISO sanoma yimuphi umqeqeshi ukunqoba noma iyiphi indebe lapho ehamba khona ngakho nakimi yinto efanayo njengoba ngisesigabeni sesithathu sonkontileka yami ...
UFloyd Mbele, oyisikhulu ehhovisi le Zimnyama utshele Isolezwe ngeSonto ukuthi kubakhathaze kakhulu ukulokhu bephuma endaweni yesibili amahlandla amabili kulandelana. ...
KUGCINE kuvunyelenwe ngezinkundla okuzodlalelwa kuzona imidlalo yeKwaZulu-Natal Premier's Cup.
PHEZU kokuthi abaphathi baMaZulu befisa ukuthi iqembu labo libe sembangweni wokunqoba isicoco seligi kodwa akuwona umbandela abawubekele umqeqeshi, uCavin ?Mthakathi? ...
UMDLALI wasemuva kwesokudla, uThembela Sikhakhane, ukhuza ibuya kuMaZuLu, aphinde wabolekiswa kuwona isizini eyodwa yi-Orlando Pirates.
OMUNYE womakadebona ebholeni likanobhutshuzwayo eNingizimu Afrika, uFabian McCarthy, uthi iBafana Bafana ingakwazi ukuphendula amatafula idlulele esigabeni esilandelayo ...
PHEZU kokuthi agajwe yizinkinga AmaZulu FC, okubalwa ukukhishwa kwiTop 8 ngokuqala kwesizini nokuphucwa amaphuzu ayisithupha yiFifa kodwa konke lokho akubuphazamisanga ...
UMENGEMALI weSouth African Football Association uDanny Jordaan, utekule ngokuthi ngokujwayelekile ibhonasi uwumvuzo owuthola ngemuva kokusebenza ngendlela encomekayo. ...
UManqoba Mngqithi uthi bese kunesikhathi eside bephikisana ngokuthi ngabe uyilungele yini lo mdlali lendawo aseyidlala nakubukeka enza kakhe kuyona