UTHEMBISA ukushiya abesifazane abazohambela umcimbi weNtandokazi ngoMgqibelo namaresiphi abazowasebenzisa ekuphekeni izitshulu zabo abazozidla ngoKhisimuzi umpheki ...
UZOCOBELELA abesifazane ukuthi bayikhuthalele eyokuba abalimi, ukuze bangabhuqwabhuqwa indlala noma belahlekelwa imisebenzi, uNkk Nonhlanhla Joye, ozobe eyisikhulumi ...
KUCISHE kwavalwa ngehlahla emndenini wakwaKhanyile eJokweni, eNkandla, kudutshulwa inqwaba esigamekweni esenzeke ehostela iSaulsville, ePitoli, eGoli ngoMgqibelo. ...
KUHLONISHWE amaciko agqamise iKwaZulu-Natal ezweni nasemhlabeni jikelele ngomculo emcimbi iGagasi FM Beach Festival ebisePeople’s Park, eMoses Mabhida Stadium, ngoMgqibelo. ...
ABAPHATHI besitolo sakwaCheckrite, bathi babhekelela ukusiza kakhulu emphakathi njengoba belokhu beqhubekile nokuvula amagatsha ezitolo zabo ezihlukene, emadolobheni ...
UMLINGISI obebonakala ethola izindawo ezincane emidlalweni ehlukene kuleli uMondli Thusi, waseNewcastle, useveze ukuthi usebenze kanzima ukuthi abe yingxenye yabalingisi ...
UZOHLONISHWA ngendondo yeLifetime Achievement Award, emcimbini wesi-31 wamaSouth African Music Awards, umculi wokholo odlule emhlabeni ngonyaka odlule ngemuva kokugula ...
UMCULI wokholo uRebecca Malope, uthi kuveze uhlangothi lwakhe akade engalwazi ukubizwa azolingisa iziqephu ezimbalwa emdlalweni iGenesis, ekhonjiswa phakathi nezinsuku ...
KUZOKHUNJULWA uBrenda Fassie noMandoza emcimbini okuzonandisa kuwo abaculi abakhipha ulozolo lwezingoma ngeminyaka yama90s, abazobonakala emcimbini i-Old Skool Picnic. ...
ITHEMBISA ukusifela isihlalo sobuKhosi bukaZulu, Inkosi uMalusi Zondi, othi abantu abathuka Isilo ezinkundleni zokuxhumana bazobafuna babathole futhi babaqondise. ...
KUZOSHAYWA kuzwakale kwabakuleli njengoba kuzophela amathuba omsebenzi ukuqedwa kweziteshi ezine ezingaphansi kwenkampani iParamount.
KUYIHAMBELA kahle intokazi engumethuli wezinhlelo uPamela Mtanga, njengoba isimenyezelwe njengomunye wabazophatha uhlelo emcimbini amaThe South African Music Awards ...
UBONGE ozakwabo abambisene nabo emdlalweni Inimba, umlingisi uSisa Hewana ngendawo kaHlathi, abantu abaningi abangayithandi muva nje.
SEZIQALILE ukuphuma izimemo zomshado omhlophe zomculi kamaskandi waseMandaba uKhuzani Mpungose, njengoba izobanjwa izinsuku ezimbili, KwaZulu-Natal.
INTSHA eyabonakala kumasizini amabili ohlelo iBigBrother izobonakala eziqephimi ezine zalolu hlelo oluyisipesheli iBig Brother Mzansi: The Special!, kusuka ngoDisemba ...
USOMABHIZINISI owazakhela igama ohlelweni iThe Real Housewives of Johannesburg, uMadam Evodia Mogase, useveze ukuthi ukhethe ukubuya ezinhlelweni zethelevishini ...
UKUBHEKE ngabomvu ukuthi asebenze nabanye abaculi bokholo uSihle Khumalo, waKwaLuvisi, eNquthu ngeSonto okhale wemuka nezindondo ezimbili okukhona kuyo eyeBest Song ...
BAZONGENA kuKhisimuzi bejabule abalandeni bohlelo olubheka umndeni waKwaMseleku, njengoba uMzansi Magic, usuveze ukuthi uzokhombisa iziqephu ezingu-6 zalolu hlelo ...
INKOSI yesizwe saKwaButhelezi, uMntwana uZuzifa Buthelezi uthe uzizwa evukwa umunyu ngokuvuselelwa kwamahubo kaninakhulu, uMntwana uMagogo emcimbini ohlanganiswe ...
LIPHINDE lagixabezwa ngesinye isihlalo esibalulekile eNdlunkulu, iso leSilo uMisuzulu kaZwelithini, iNkosi uMalusi Zondi, yaseMzinyathi, eNanda njengoba izolo Isilo ...
ABACULI bokholo abasanda kungenisa kulo mkhakha yibona abenze ezibukwayo emcimbini amaSABC Crown Gospel Music Awards, akade ebanjelwe e-ICC, eThekwini izolo.
UTHEMBISA ukuvula amehlo abesifazane nomkhakha wonogada uNksz Samke Maphumulo, oqhamuka enkampanini I Bhaki Security and training Centre.
UGCINE umenyezelwe umdlalo obese kuphele isikhathi esingangonyaka kwavela ukuthi uza kuSABC 2 njengoba uzovala isikhala seMuvhango.
UFUNA ukuzibona engaphezu kwamaciko afana noBrenda Fassie no-AKA, uSya Zwide waseCato Ridge, othi uyakholelwa ekutheni uhlobo lomculo alwenzayo ngelinye ilanga liyombeka ...
UMLINGISI ophinde abe umculi uDuma Mnqobi useveze ukudinwa ezinkundleni zokuxhumana ukuthi umdlalo iGenerations: The Legacy uveze isithombe sakhe kulo mdlalo, bengaxhumananga ...