Imibono

Ubuholi behlelwa yisithunzi ngalesi siteleka Subscribe today for premium content

AKUDINGI uze ube ngumcubunguli ogogodile wezemfundo ukubona ukuthi umatikuletsheni wanonyaka uzothwala kanzima okuphindwe kabili. Njengoba sikhuluma nje sekubalwa amasonto ngaphambi kokufika kokuhlolwa kokuphela konyaka, ingasaphathwa-ke eyokubhala izivivinyo zikaSepthemba ezinkulungwaneni zabafundi kuzwelonke. [ Full Story... ]

ULebenya-Ntanzi uyasiphoxa siyintsha ye-IFP Subscribe today for premium content

MHLELI: Kwelakho elingakhethi bala lamuntu nangu uSihlalo wentsha |ye-IFPYB, uNkk Pat Lebenya-Ntanzi enza umhlola. Lo dadewethu uyasiphoxa ngokuthi angaphawuli ngezinto ezithinta intsha yaseNingizimu Afrika. [ Full Story... ]

Kucwile imali yami nomsebenzi lutho Subscribe today for premium content

Mhleli: Ngithanda ukudlulisa ukukhathazeka kwami ngokudiza ngemali uma ufuna umsebenzi. [ Full Story... ]

Asizivume izinkinga ezikhungethe iNkatha Subscribe today for premium content

MHLELI: Sekumele sonke siphawule ngalolu daba lwenxushunxushu eku-IFP. Kuliqiniso elimsulwa ukuthi eNkatheni kunezinkinga njengawo wonke amaqembu. Kulihlaya ukuthi kuzwakale abantu abasekhaleni lomkhombandlela weqembu besaba iqiniso, kunalokho bahubhuza amanga. [ Full Story... ]


Sibhalele

Abacwaningi

Umbono weSolezwe

Kleza ugwansile


WEATHER

Forecast:
high: 25°C low: 18°C rain: 0%%