LIZODLALA umqhudelwano waseSingapore zingekho izethenjwa ezilimele iqembu lakuleli leSevenslabesilisa.
Umqeqeshi weMamelodi Sundowns ohleli ngesinqe esisodwa emsebenzini wakhe uzicelele ukwamukelwa ngabalandeli.
Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Abdeslam Ouaddou uzimisele ngokuyigudluza esicongweni iMamelodi Sundowns.
Usihlalo weRichards Bay FC ubheke uthemba ukuthi uzobasiza uSanele Barns okhuza ibuya kuleli qembu
Kubhekwe izimpendulo kumqeqeshi weLamontville Golden Arrows, uManqoba Mgqithi, njengoba ezakhe zizobhekana neRichards Bay FC kowabakhaya baKwaZulu-Natal.
UKHOLELWA ukuthi uyilingise ngendlela akade eyicabanga indawo kaNolwandle Biyela, umlingisi waseVryheid, uNosipho Pehlo, ngesonto eledlule okuphele indawo yakhe ...
BANCOME amakhono ayenawo ohlelweni lwasekuseni emsakazweni uKhozi FM, uMandla " Njinji Wami" Magwaza (42) ongasekho, abasakazi balesi siteshi asebashiya, nabakade ...
Ukhiphe i-video yengoma athi wayibhala izinto zingamhambeli kahle empilweni yakhe umrepha waseThekwini uNasty C, napike kuyo ikhwaya eselizakhele igama emhlabeni, ...
Amacala athweswewona uDkt Gigaba ahlobene nesikhathi lapho uTransnet ebambe iqhaza ohlelweni lokuthola izitimela ukuze kwandiswe futhi kwenziwe ingqalasizinda yezitimela ...
Inhlangano iMind Empowers Youth Organisation (MEYO), esineminyaka engu-16 isebenza ekuthuthukiseni intsha, iyaqhubeka nokuqinisa izinhlelo zayo ngokubamba iqhaza ...
UKHATHAZEKILE umndeni wowesilisa waKwaMaqumbi, KwaMaphumulo, kulandela ukunyamalala kwakhe, kade ethumele imiyalezo ethusayo.
Bane abasolwa abadutshulwe bafa babhekene namaphoyisa KwaMakhutha
Ihlombe beliqhuma phezulu ngesikhathi kuklonyeliswa abadlali beHollywoodbets Doplhins abenze kahle ngonyaka odlule.
BAFUNA busukunyelwe ubugebengu osekunesikhathi budla lubi edolobheni lasoLundi, kubulawa ngesihluku indodana yelungu lesigungu sikazwelonke kwiNFP.
UMSUNGULI wenhlangano iMarch and March, elwa udaba lwabokufika abakuleli ngokungemthetho, uNkk Jacinta Ngobese-Zuma uthe akukho okuzoba namandla ukubaphuca ilungelo ...
KUKHALWA ngesihlava sokucwaswa kwalabo abathandana nabantu abanobulili obufana nobabo endaweni yaKwaXimba, eCato Ridge, kulandela ukubulawa ngesihluku komunye wabo. ...
BASOLA ukuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala ...
IKAIZER Chiefs iphinde yazibeka ethubeni lokufaka ukushisa buthule embangweni wesicoco seligi yeBetway Premiership igudluza izimbangi i-Orlando Pirates kwi-log ngokushaya ...
Ummeli kaMatlala ufuna asuswe embhongampisi